26.1.18

South African Gospel Song "Qaphelani isiphetho sesintu" | IBandla LikaNkulunkulu USomandla




South African Gospel Song "Qaphelani isiphetho sesintu" | IBandla LikaNkulunkulu USomandla
I UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke, amazwe kanye nezimboni: Zilale’iphimbo Lakhe zibon’umsebenzi Wakhe; zinak’isiphetho sesintu; zimenz’uNkulunkulu abe ongcwele, ophakeme kakhulu ohlonishwayo; zivumele isintu siphile esibusisweni sikaNkulunkulu, njengalokh’isizukulwane sika-Abraham saphil’esibusisweni sikaJehova, njengendalo kaNkulunkulu u-Adamu noEva baphil’engadini yase-Edeni. II Umsebenzi kaNkulunkulu unjengamagagasi agubha kakhulu; akekho ongamgcina noma abophe izinyawo Zakhe. Ngokulalel’iphimbo Lakhe Balandele Yena izinyathelo Zakhe zilandeleke nezithembiso Zakhe zamukelwe. Bonke abanye bayobhekana nokubhujiswa bamukel’isijeziso esibafanele. UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke, amazwe kanye nezimboni: Zilale’iphimbo Lakhe zibon’umsebenzi Wakhe; ziqaphel’isiphetho sesintu. Qaphelani isiphetho sesintu. kusuka Ezwini Elivela Lisenyameni

Awekho amazwana:

Thumela amazwana