Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amavidiyo Obufakazi Ngezigameko Zokuhlushwa. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Amavidiyo Obufakazi Ngezigameko Zokuhlushwa. Bonisa konke okuthunyelwe

7.7.18

New South African Gospel Music 2018 "Ubufakazi Bempilo" Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu




New South African Gospel Music 2018 "Ubufakazi Bempilo" Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu
I
Ngelinye ilanga ngingase ngibanjwe futhi ngishushiswe yiCCP,
lokhu kuhlupheka kungenxa yokulunga, engikwaziyo enhliziyweni yami.
Uma ukuphila kwami kucisha njengenhlansi ngokuphazima kweso,
ngisayosho ngokuziqhenya ukuthi ngamukele uKristu wezinsuku zokugcina.
Uma ngingakwazi ukubona isigameko esikhulu sokwanda kwevangeli lombuso,
ngisayonikela izifiso ezinhle kakhulu.

6.5.18

Izifundiswa ZaseNtshonalanga Nabamele iCCP eNhlanganweni Yezizwe NgeBandla LikaNkulunkulu uSomandla


Ngomhla kaMarch 1, 2018, ngesikhathi sokuhlangana kwamashumi amathathu nesikhombisa kweHuman Rights Council eNhlanganweni Yezizwe eGeneva, iCoordination of the Associations and Individuals for Freedom of Conscience (CAP LC) yahlela Umhlangano Oseceleni mayelana nokwenqatshelwa kwenkululeko yenkolo eChina kanye nodaba lweBandla likaNkulunkulu uSomandla (CAG). Uhlu lwezifundiswa zamazwe ngamazwe nezingcweti zamalungelo abantu nenkululeko yenkolo lwaxoxa ngesimo esinyakazisayo samalunga eBandla likaNkulunkulu uSomandla kokubili eChina, lapho ehlushwa khona kabi kakhulu, kanye naseSouth Korea naseYurophu, lapho izicelo zabo zokukhoseliswa zivame ukwenqatshwa khona. Ngesikhathi somhlangano, kwaba nempikiswano phakathi kwezifundiswa zaseNtshonalanga nabamele iCCP bezithunywa zaseChina… !--more-->


Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.

13.4.18

IHORA LOBUMNYAMA PHAMBI KOKUSA

1

Selokhu lathatha izintambo Ezweni laseShayina ngo-1949, iqembu iChinese Communist Party alikaze liyeke ukuhlupha abantu abakholwayo. Libophe futhi labulala amaKristu ngokuzimisela okukhulu, laxosha futhi lahlukumeza amamishinari asebenza eShayina, lashaqa futhi lashisa inqwaba yamakhophi eBhayibheli, lavala futhi lacekela phansi amasonto, futhi ngaphandle kwempumelelo lazama ukuqeda zonke izindlu zokukhonzela.

4.4.18

God Is the Strength of My Life | "EBUSIKA OBUBANDA KAKHULU" | Zulu Full english movie



Igama lakhe uXiao Li. Sekuphele ishumi leminyaka ekholelwa kuNkulunkulu. Ebusika bango-2012, waboshwa amaphoyisa eKhomishana YamaShayina esebandleni. Phakathi nophenyo, amaphoyisa ayemyenga, emsabisa, emlimaza futhi emhlukumeza ngoba ezama ukumenza adumaze uNkulunkulu ngokuthi adalule ukuthi bakuphi abaholi bebandla kanye nemali yebandla.

28.3.18

Christian Wang Dongdong's Account of His Experience of the CCP's Cruel Persecution

\
Wang Dongdong started to believe in the Lord Jesus along with his parents since he was little. In 2001, his whole family accepted Almighty God’s kingdom gospel. In 2011, his elder brother was arrested because of believing in God. Wang Dongdong and his parents were forced to flee their home. In 2012 when he was in exile, he heard the news that his mother passed away due to sickness while hiding from the hunting of the police. Wang was arrested by the Chinese SWAT officers in 2013 because of preaching the gospel, and he was tortured by them for three months and eleven days. After his release, he had no choice but to flee abroad in order to escape from the CCP’s persecution.