Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula mkristu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula mkristu. Bonisa konke okuthunyelwe

6.1.18

Izwi Lamashumi Amane Nambili

        Masinya lapho kuqala umsebenzi omusha, bonke abantu bangena kabusha, baqhubeka kanye Nami sibambene ngezandla, sihamba emgwaqweni obanzi wasembusweni sindawonye, kukhona futhi ukusondelana phakathi komuntu Nami. Ukukhombisa imizwa Yami, ukuveza isimo Sami sengqondo kumuntu, ngikhulumile njalo-njalo nomuntu. 

3.1.18

Izwi Lamashumi Amabili Nanye

Umuntu uwela ekukhanyeni Kwami, abambelele ngenxa yensindiso Yami. Ngenkathi ngiletha insindiso emhlabeni jikelele, umuntu ubezama ukuthola izindlela zokungena phakathi kokubuyisana Nami, nokho baningi abamukile bangatholakala ngalezi zikhukhula zokubuyisana; baningi abaminzile bacwila emanzini ezikhukhula; 

Izwi Lamashumi Amabili Nanye

Umuntu uwela ekukhanyeni Kwami, abambelele ngenxa yensindiso Yami. Ngenkathi ngiletha insindiso emhlabeni jikelele, umuntu ubezama ukuthola izindlela zokungena phakathi kokubuyisana Nami, nokho baningi abamukile bangatholakala ngalezi zikhukhula zokubuyisana; 

29.12.17

UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele VIII

UNkulunkulu Ungumthombo Wokuphila Kwazo Zonke Izinto (II)

Masiqhubekeni nesihloko sengxoxo sangesikhathi esidlule. Ningasikhumbula isihloko esasikhulume ngaso ngesikhathi esidlule? (UNkulunkulu ungumthombo wokuphila kwazo zonke izinto.) Isihloko esithi “uNkulunkulu ungumthombo wokuphila kwazo zonke izinto,” ingabe sizwakala sikude nani? Ukhona ongangitshela iphuzu elisemqoka lalesi sihloko esikhulume ngaso ngesikhathi esidlule? (Ngokudala kukaNkulunkulu zonke izinto, ngiyabona ukuthi uNkulunkulu unakekela zonke izinto futhi anakekele nesintu.