Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukubuya kukaJesu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukubuya kukaJesu. Bonisa konke okuthunyelwe

2.12.18

38.Singaqiniseka kanjani ukuthi uNkulunkulu uSomandla unguJesu obuyile?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Kuqala, ukwazi ukuvula isikhathi esisha; okwesibili, ukwazi ukuhlinzeka ngokuphila kumuntu futhi akhombise umuntu indlela okumele ayilandele. Lokhu kwanele ukuze kubonakale ukuthi UnguNkulunkulu Uqobo. 

28.11.18

Kuyo yonke le minyaka ngokholo lwami eNkosini ngithole izibusiso eziningi futhi ngelashwa ekuguleni. Ngakho uma kudingeka ngibe nokholo kuNkulunkulu uSomandla, ingabe lokho bekungeke kubonise ukungabi nanembeza?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Njengoba umuntu ekholwa kuNkulunkulu, kumele alandele eduze ezinyathelweni zikaNkulunkulu, isinyathelo nesinyathelo; kumele “alandele iMvana noma ngabe iya kuphi.” Yilaba bantu kuphela abafuna indlela yeqiniso, yibo abazi umsebenzi kaMoya oNgcwele. /span>

4.11.18

1. Yini umehluko osemqoka phakathi komsebenzi kaNkulunkulu nomsebenzi womuntu?

uJesu,insindiso

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Umsebenzi kaNkulunkulu Uqobo ubandakanya umsebenzi wabo bonke abantu, futhi uphinde umele umsebenzi waso sonke isikhathi somlando. Lokhu kusho ukuthi, umsebenzi kaNkulunkulu uwodwa umela ukunyakaza nomsebenzi kaMoya oNgcwele, kuyilapho umsebenzi wabaphostoli ulandela umsebenzi kaNkulunkulu futhi awusiholi isikhathi somlando, noma akumeli umsebenzi oqhubekayo kaMoya oNgcwele kuso sonke isikhathi somlando.

28.10.18

4. Kungani uNkulunkulu engasebenzisi umuntu ukuba enze umsebenzi wokwahlulela ezinsukwini zokugcina kodwa esikhundleni salokho kufanele athathe isimo somuntu bese ekwenza Yena?

ubungcwele bukaNkulunkulu


















          Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Ubaba akahluleli muntu, kodwa unikeze konke ukwahlulela eNdodaneni yomuntu.(Johane 5:22)
Futhi umnikeze amandla nawokwahlulela, ngoba uyindodana yomuntu.(Johane 5:27)