Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Indumiso/ihubo lokudumisa. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Indumiso/ihubo lokudumisa. Bonisa konke okuthunyelwe

28.5.18

South African Gospel Song "UNkulunkulu UnguMbusi Wohlelo Lokuphatha Lweminyaka Eyizinkulungwane Eziyisithupha"



South African Gospel Song "UNkulunkulu UnguMbusi Wohlelo Lokuphatha Lweminyaka Eyizinkulungwane Eziyisithupha"
I
Umsebenzi kaNkulunkulu wenziwa nguNkulunkulu uqobo Lwakhe.
Nguye oqala umsebenzi Wakhe, futhi Nguye owuphethayo.
Nguye ohlela umsebenzi.
Nguye owuphathayo, ngaphezu kwalokho afikise umsebenzi ekuphumeleleni.
Kunjengoba kushiwo eBhayibhelini, “uNkulunkulu uyisiQalo nesiPhetho;
uNkulunkulu unguMtshali futhi uphinde abe nguMvuni.”
“UNkulunkulu uyisiQalo nesiPhetho;
uNkulunkulu unguMtshali futhi uphinde abe nguMvuni, futhi uphinde abe nguMvuni.”
Konke okuhlobene nomsebenzi wokuphatha Kwakhe kwenziwa yisandla Sakhe,
kwenziwa yisandla Sakhe.

19.5.18

South African Christian Songs News 2018 “UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila”


Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu “UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila”
I
Akuyena wonke umuntu onendlela yokuphila;
Akuyona into noma ubani angayithola kalula.
Ngokuba ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela,
UNkulunkulu kuphela onomongo wokuphila,
UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila.
Ngakho-ke uNkulunkulu kuphela ongumthombo wokuphila,
nomthombo ogeleza njalo wamanzi okuphila empilo.
Kusukela kudalwa umhlaba uNkulunkulu usenze umsebenzi omkhulu
ohlanganisa amandla okuphila aletha ukuphila kumuntu;
Ukhokhele umuntu inani eliphezulu ukuze azuze ukuphila.
Ngokuba uNkulunkulu uqobo Lwakhe ungukuphila okuphakade;
Uyindlela yokuthi umuntu athole ukuvuswa.