Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uthando lukaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uthando lukaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

7.12.18

10. Uthando LukaNkulunkulu Lungokoqobo Impela

EWenzhong Kwidolobha IBeijing
11 Ncwaba,2012
Ngobusuku bangomhla wama 21, kuwezi-2012, saba nozamcolo omkhulu lana, ongavamile ukwenzeka. Ngizothanda ukuxoxela wonke umuntu owomele uNkulunkulu into engayizwa futhi nengayibona ngaleso sikhathi.

29.10.18

6. Kungani kuthiwa isintu esikhohlakele sidinga kakhulu insindiso kaNkulunkulu abe yinyama?

          Isiqephu Esikhethiweyo Sezwi LikaNkulunkulu


        Isintu Esikhohlakele Siyidinga Kakhulu Insindiso KaNkulunkulu Obe Inyama

         UNkulunkulu waba inyama ngenxa yokuthi ihloso yomsebenzi wakhe akuwona umoya kaSathane, noma into engaphili, kodwa umuntu, oyinyama owonakaliswe uSathane.

21.10.18

37. Ngiyitholile Intokozo Yeqiniso

uZhang Hua, eCambodia
Ngazalelwa emndenini ojwayelekile nje wabalimi. Yize noma umndeni wami wawungacebile, ubaba nomama babethandana futhi bengiphethe kahle. Impilo yomndeni wami yayiphuphuma futhi ibusisekile. Ngithe uma ngikhula, ngazitshela ukuthi: Kumele ngithole umyeni ozongiphatha kahle futhi kumele sizakhele umndeni onokuthula nojabulile. Yilokho okubaluleke kakhulu. Angifuni umcebo, ngidinga nje ukuba nobudlelwane obunothando nomyeni wami bese siphila impilo yomndeni enokuthula.

20.10.18

Ukube Angisindiswanga NguNkulunkulu

ULingwe, eJaphanelp
Ukube angisindiswanga uNkulunkulu, ngabe ngisaqhubeka nokukhukhuleka nale lizwe, ngilwa kanzima nakabuhlungu esonweni; usuku nosuku ngifiphazeke futhi ngingenathemba. Ukube angisindiswanga uNkulunkulu, ngabe ngisanyathelwe ngaphansi kwezinyawo zikadeveli, ngibanjwe esonweni nasezinjabulweni zaso, nginganaki ukuthi ukuphila kwami kuyoba njani. 

4.10.18

Ukuthola Ukucwengisiswa Kuphela Okungenza Umuntu Athande UNkulunkulu Ngokweqiniso

        Ingabe umuntu kufanele amthande kanjani uNkulunkulu ngesikhathi sokucwengwa? Emva kokuthola ukucwengeka, nangesikhathi sokucwengeka abantu bayakwazi ukumdumisa ngokweqiniso uNkulunkulu bakwazi nokuzibona ukuthi basilele kangakanani. Uma kukukhulu ukucwengeka kwakho, kanjalo uzokwazi ukuyehlula inyama; uma kukukhulu ukucwengeka kwakho, kungale nkathi nothando lukaNkulunkulu luzokwanda ebantwini.

3.10.18

Izwi Lamashumi Amathathu Nanye

Ngithanda bonke labo abangifuna ngobuqotho. Uma nigxila ekuthandeni Mina, nakanjani ngizonibusisa kakhulu. Ingabe niyaziqonda izinhloso Zami? Endlini Yami, akukho mehluko phakathi kwesikhundla esiphakeme nesikhundla esiphansi. Wonke umuntu uyindodana Yami, Mina nginguYihlo, uNkulunkulu wenu. Ngiphakeme kakhulu futhi akukho okunjengami. Ngilawula yonke into endaweni yonke!

2.10.18

4.Ngaphandle Kwensindiso KaNkulunkulu, Ngabe Angikho Lapha Namhlanje

UZhang Jin, EBeijing 

 Ncwaba 16, 2012 

       Ngiwudade omdala onemilenze emibili enenkinga. Ngisho noma isimo sezulu sisihle phandle, nginenkinga yokuhamba, kodwa lapho amanzi kazamcolo esondela ukungigwinya, uNkulunkulu wangivumela ngokumangalisayo ukuthi ngiphunyuke engozini.

30.9.18

Amazwi Aya Kwabancane Nabadala

Mningi kakhulu umsebenzi engiwenze emhlabeni futhi ngihambe iminyaka eminingi phakathi kwesintu. Kodwa luncane ulwazi abantu abanalo ngokubukeka Kwami nangesimo Sami, futhi bayidlanzana abantu abangawuchaza kahle umsebenzi engiwenzayo. 

23.6.18

South African Gospel Music "Uthando LukaNkulunkulu Lwenza Sisondelane" Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu



South African Gospel Music "Uthando LukaNkulunkulu Lwenza Sisondelane" Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu

Nakuba sihlukaniswe yizilwandle nezintaba ezingenakubalwa,
singabantu ababodwa, akunamingcele phakathi kwethu,
ngesikhumba esinemibala ehlukene futhi sikhuluma izilimi ezehlukene.
Ngoba amazwi kaNkulunkulu uSomandla ayasibiza,
siyaphakanyiswa phambi kwesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu.

25.5.18

South African Best gospel music 2018 "Kuyinjabulo Ukuba Umuntu Oqotho"



South African Best gospel music 2018 "Kuyinjabulo Ukuba Umuntu Oqotho"
I
Ukuqonda iqiniso kukhulula umoya womuntu kumenze ajabule.
Iqiniso lelo!
Ngigcwele ukuzethemba ezwini likaNkulunkulu futhi anginakho ukungabaza.
Singaba kanjani nokungabaza?
Anginakho ukuphika, angihlehli emuva, angiphelelwa yithemba.

19.5.18

South African Christian Songs News 2018 “UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila”


Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu “UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila”
I
Akuyena wonke umuntu onendlela yokuphila;
Akuyona into noma ubani angayithola kalula.
Ngokuba ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela,
UNkulunkulu kuphela onomongo wokuphila,
UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila.
Ngakho-ke uNkulunkulu kuphela ongumthombo wokuphila,
nomthombo ogeleza njalo wamanzi okuphila empilo.
Kusukela kudalwa umhlaba uNkulunkulu usenze umsebenzi omkhulu
ohlanganisa amandla okuphila aletha ukuphila kumuntu;
Ukhokhele umuntu inani eliphezulu ukuze azuze ukuphila.
Ngokuba uNkulunkulu uqobo Lwakhe ungukuphila okuphakade;
Uyindlela yokuthi umuntu athole ukuvuswa.

8.5.18

Best Christian Movie | "Yearning" | God Reveals the Mystery of Kingdom of Heaven (English Dubbed)



Two thousand years ago, the Lord Jesus promised His followers: "I go to prepare a place for you. And if I go and prepare a place for you, I will come again, and receive you to myself; that where I am, there you may be also" (John 14:2-3). Because of this, generations of believers have continued to obsessively hope and pray for the fulfillment of the Lord's promise, and hope and pray that they are raptured into the heavens to meet the Lord and enter into the kingdom of heaven when the Lord comes.

14.1.18

God With Me | Christian Short Film "Escape From the Devil's Den" | Power of Love



God With Me | Christian Short Film "Escape From the Devil's Den" | Power of Love
Her name is Zhang Hui and she is a Christian belonging to the Church of Almighty God. Since she believed in God, she was secretively monitored by the Chinese Communist government and captured by their police. The police forced her to sell out the leaders of the church as well as the church's finances. They attempted to use her family ties as a weapon in attacking her emotionally. They surrounded her and they did not let her sleep for half a month in order to break her resolve. She faced the relentless torment of the Chinese Communist Party's police. She was continuously in a highly stressful, frightening state. In this dangerous environment, she prayed over and over again to God and asked God to protect her so she could stand firm and bear witness. Under the guidance and leadership of Almighty God's word, she saw through the crafty schemes of the police and she withstood their repeated torture. In the end, under the protection of Almighty God, she was miraculously able to escape from the midst of the devil's den! After experiencing the Chinese Communist government's persecution, she saw clearly that they are evil demons and that they hate the truth. Their essence is that of a reactionary evil enemy of God. She saw firsthand God's sovereignty over everything and His wondrous deeds. She felt God's care and love in every possible manner. She resolved to give her entire life to God and to fulfill her duties as one of His creation in order to repay God's grace!

30.12.17

Umuntu Okhohlakele Akakwazi Ukumelela UNkulunkulu

         Umuntu abelokhu ephila ngaphansi kwefu lamandla obumnyama, eboshiwe engakhululiwe emandleni kaSathane. Futhi isimo somuntu, emuva kokuqhutsheziswa uSathane, ukhohlakala kakhulu. Ngamanye amazwi, umuntu uqhubeka nokuphila nenkohlakalo yesimo sobusathane, engakwazi ukuthanda uNkulunkulu ngokweqiniso.