Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula yazi uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula yazi uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

7.12.18

10. Uthando LukaNkulunkulu Lungokoqobo Impela

EWenzhong Kwidolobha IBeijing
11 Ncwaba,2012
Ngobusuku bangomhla wama 21, kuwezi-2012, saba nozamcolo omkhulu lana, ongavamile ukwenzeka. Ngizothanda ukuxoxela wonke umuntu owomele uNkulunkulu into engayizwa futhi nengayibona ngaleso sikhathi.

30.11.18

31. Nithe iNkosi uJesu isibuyile, kodwa asikukholwa lokho. Sibe nokholo eNkosini iminyaka eminingi futhi siyisebenzele njalo ngokungakhathali. Lapho iNkosi ifika kufanele ikwembule kithi. Njengoba iNkosi ingakakwembuli kithi, lokho kubonisa nje kithi ukuthi ayikabuyi. Yini eyiphutha ngalokhu kukholwa?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Umsebenzi kaNkulunkulu uyaqhubeka nokuthuthuka, futhi nakuba inhloso yomsebenzi Wakhe ingaguquki, izindlela asebenza ngazo ziyaguquguquka njalo, kanjalo nangalabo abalandela uNkulunkulu. … Bonke abantu bafisa ukuzuza uNkulunkulu kodwa abakwazi ukubekezelela ushintsho emsebenzini kaNkulunkulu. 

5.11.18

1. Yini ngempela ukwazi uNkulunkulu? Ingabe ukuqonda ulwazi lweBhayibheli nesayensi yezindaba zenkolo kungathathwa njengokwazi uNkulunkulu?

iBhayibheli


















      Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Ulwazi ngoNkulunkulu wokoqobo lubandakanya ukwazi kanye nokuzwa amazwi Akhe, nokubamba imigomo kanye nezimiso zomsebenzi kaMoya ONgcwele, nokuthi usebenza kanjani uMoya kaNkulunkulu enyameni. Ngakho, futhi, kubandakanya nokwazi ukuthi konke ukwenza kukaNkulunkulu enyameni kubuswa nguMoya, kanye nokuthi amazwi awakhulumayo angukukhuluma ngqo kukaMoya. Ngalokho, uma ufisa ukwazi ngoNkulunkulu wokoqobo, kumele wazi kuqala ukuthi uNkulunkulu usebenza kanjani ebuntwini kanye nasebunkulunkulwini; lokhu, ekugcineni, kumayelana nokuvezwa kukaMoya, okuyinto abantu bonke ababhekana nayo.

1.11.18

4. Yini imvelo yenkinga yomuntu engakwazi ukubaluleka kwegama likaNkulunkulu hhayi ukwamukela igama elisha LikaNkulunkulu?

uJesu



















        Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Esikhathini ngasinye, uNkulunkulu uzoqala umsebenzi omusha, futhi esikhathini ngasinye, kuzoba nesiqalo esisha kubantu. Uma umuntu elandela iqiniso lokuthi “uJehova nguNkulunkulu” futhi “uJesu nguKristu,” okungamaqiniso asebenza kuphela enkathini eyodwa, umuntu-ke akasoze ahambisana nomsebenzi kaMoya oNgcwele, futhi uyohlala engakwazi ukuzuza umsebenzi kaMoya oNgcwele. Noma ngabe uNkulunkulu usebenza kanjani, umuntu ulandela ngaphandle kokungabaza, futhi ulandela eduze. 

13.10.18

Inkinga Enkulu: Ukukhaphela (2)

Imvelo yomuntu yehluke ngokuphelele ebuntwini Bami; lokhu kungenxa yokuthi imvelo yomuntu eyonakele ivela kuSathane ngokuphelele nemvelo yomuntu yenziwe futhi yonakaliswa uSathane. Okuwukuthi, umuntu uphila ngaphansi kwethonya elibi kanye nobubi bayo. Umuntu akakhuleli ezweni leqiniso noma endaweni engcwele, futhi ngaphezu kwalokho akaphili ekukhanyeni. 

15.2.18

Yilabo Abazi UNkulunkulu Kuphela Abangafakaza ngoNkulunkulu

Kungumthetho waseZulwini nesimiso sasemhlabeni ukukholelwa kuNkulunkulu nokwazi uNkulunkulu, kanti namuhla—ngesikhathi lapho uNkulunkulu osesimweni somuntu enza umsebenzi Wakhe—yisikhathi esihle sokwazi uNkulunkulu. 

10.2.18

Umsebenzi Nokungena (7)

Sekuthathe umuntu kwaze kwaba yilolu suku ukuba aqaphele ukuthi lokho umuntu akuntulayo akukhona nje kuphela ukuphila ngokomoya kanye nolwazi lokwazi uNkulunkulu, kodwa, okubaluleke kakhulu, izinguquko esimweni sabo. Ngenxa yokungabi nalwazi okuphelele ngomlando nesiko lasendulo lesintu, abanalo nolwazi oluncane ngomsebenzi kaNkulunkulu.