Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ubungcwele bukaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ubungcwele bukaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

30.11.18

31. Nithe iNkosi uJesu isibuyile, kodwa asikukholwa lokho. Sibe nokholo eNkosini iminyaka eminingi futhi siyisebenzele njalo ngokungakhathali. Lapho iNkosi ifika kufanele ikwembule kithi. Njengoba iNkosi ingakakwembuli kithi, lokho kubonisa nje kithi ukuthi ayikabuyi. Yini eyiphutha ngalokhu kukholwa?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Umsebenzi kaNkulunkulu uyaqhubeka nokuthuthuka, futhi nakuba inhloso yomsebenzi Wakhe ingaguquki, izindlela asebenza ngazo ziyaguquguquka njalo, kanjalo nangalabo abalandela uNkulunkulu. … Bonke abantu bafisa ukuzuza uNkulunkulu kodwa abakwazi ukubekezelela ushintsho emsebenzini kaNkulunkulu. 

13.11.18

Ukubhujiswa KweSodoma neGomora NguNkulunkulu



South African Gospel Song "Ukubhujiswa KweSodoma neGomora NguNkulunkulu" Egcwele ububi nokuphinga, amadolobha amabili amakhulu aseSodoma naseGomora achukuluza isimo sikaNkulunkulu. UNkulunkulu wadedela isibabuli nomlilo kuvela emazulwini, kwangqongqisa amadolobha nabantu ababephakathi kuwo baba ngumlotha, futhi wabashabalalisa ngaphakathi kolaka Lwakhe…. Buka isiqephu sebhayisikobho esithi Ukubhujiswa KweSodoma neGomora NguNkulunkulu ukuze uthole okwengeziwe ngesimo sikaNkulunkulu esinolaka, esingoniwa nesexwayiso Sakhe ezizukulwaneni ezizayo.

12.11.18

UNkulunkulu Unikeza Umthetho



South African Gospel Music "UNkulunkulu Unikeza Umthetho"
Emuva kokuba uMose ehole ama-Israyeli aphuma eGibhithe, uNkulunkulu wamemezela imithetho nemiyalelo, eyaqondisa impilo yama-Israyeli emhlabeni futhi yafundisa abantu indlela yokukhonza uNkulunkulu. Le mithetho nemiyalelo ayiqondisanga ama-Israyeli kuphela, kodwa yafundisa futhi yanikeza indinganiso yokwakha imithethosisekelo yezizukulwane ezilandelayo, ibeka isisekelo sezinhlelo zomthetho zesintu sesikhathi esizayo.

3.11.18

2. Yini umehluko obalulekile phakathi kokusindiswa nensindiso?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Akubona bonke abathi kimi, Nkosi, Nkosi abazongena embusweni wezulu; kodwa lowo owenza intando kaBaba osezulwini(Mathewu 7:21).

15.3.18

Bonke Abangamazi UNkulunkulu Bayilabo Abaphikisana NoNkulunkulu

Ukuze kuqondwe inhloso yomsebenzi kaNkulunkulu, umphumela okufanele umuntu afinyelele kuwo, kanye nentando kaNkulunkulu ngomuntu, yilokhu okufanele wonke umuntu olandela uNkulunkulu afinyelele kukho. 

19.1.18

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nane

Umuntu akaze afunde lutho ezwini likaNkulunkulu. Esikhundleni salokho, umuntu wazisa nje kuphela ingaphezulu lezwi likaNkulunkulu, kodwa engawazi umqondo walo wangempela. Ngakho-ke, noma iningi labantu lilikhonzile izwi likaNkulunkulu, uNkulunkulu uthi empeleni abalazisi. Lokhu kungenxa yokuthi ngokubona kukaNkulunkulu, noma izwi lakhe liyinto ebalulekile, abantu abakabunambithi ubumnandi balo bangempela. Ngakho-ke, “bangaqeda ukoma kwabo kuphela ngemicabango yamathungulu.” [a] ngalokho badambisa izinhliziyo zabo ezinomhobholo.