Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uhlelo lukankulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uhlelo lukankulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

1.12.18

33. EBhayibhelini kuthiwa, alikho elinye igama ngaphansi kwezulu elinikwe abantu, kuphela uMsindisi nguJesu Kristu, onguye izolo, nanamuhla, naphakade. Kodwa namuhla kungani nikholwa kuNkulunkulu uSomandla?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
"Lowo onqobayo ngizomenza insika ethempelini likaNkulunkulu wami, futhi angeke esaya ngaphandle: futhi ngizobhala kuye igama likaNkulunkulu wami, negama lomuzi kaNkulunkulu wami, okuyiJerusalema elisha, elizovela ezulwini kuNkulunkulu wami: 

18.11.18

Zulu Gospel Movie Clip - "Ukuphakama Kwe-United States of America Kanye Nomsebenzi Wayo"



South African Gospel Music "Ukuphakama Kwe-United States of America Kanye Nomsebenzi Wayo"
Esisekelweni sokubambelela emigomweni yayo yokusungulwa yenkululeko, intando yeningi, nokulingana … I-US ibambe iqhaza elibalulekile ekusimamiseni isimo somhlaba wonke kanye nokuzinzisa ukuhleleka komhlaba. Leli qhaza alinakuthathelwa ngokunye isikhundla ekuvikelweni nasekusimamisweni kwesimo somhlaba wonke.

16.11.18

Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu



South African Gospel Music "Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu" Yini eyadala ukuphakama koMbuso wamaNgisi owake wanedumela? Futhi yini eyaholela ekuweni kwawo? Buka isiqephu sebhayisikobho yobuKristu esithi Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu ukuze uthole okwengeziwe ngeqhaza elibalulekile uMbuso wamaNgisi owalibamba ekuthuthukeni kwesintu.

Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma



South African Gospel Song "Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma" UMbuso wamaRoma omdala usungulelwaukuthi kusabalale ubuKristu. Uyachuma nobuKristu buyinkolo yombuso wawo. Bese ubhidlika ngenxa yokuhlupha kwawo amaKristu. …. Buka lesi siqephu sebhayisikobho yobuKristu ukuze uthole izizathu eziyimbangela yokuphakama nokuwa koMbuso wamaRoma.

14.11.18

UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwesimiselo Sawo Onke Amazwe Nabantu Bonke



 South African Gospel Song "UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwesimiselo Sawo Onke Amazwe Nabantu Bonke"
UMbuso wamaRoma wasendulo noMbuso wamaNgisi yachuma futhi yaba namandla ngokushesha yase futhi iphenduka iya ekuweni nasencithakalweni. Manje, iMelika seyiphenduke izwe lomhlaba elinamandla amakhulukazi ngokungephikwe futhi lineqhaza lokuzinzisa isimo somhlaba.

8.11.18

3. Yini umehluko phakathi kwamazwi kaNkulunkulu edluliswa ngabaphrofethi Ngenkathi Yomthetho kanye namazwi kaNkulunkulu echazwa nguNkulunkulu esenyameni?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
ENkathini Yomusa, uJesu wakhuluma futhi wenza umsebenzi omkhulu. Wayehluke kangakanani kuno-Isaya? Wayehluke kangakanani noDaniyeli? Ngabe wayengumprofethi? Kungani kuthiwa unguKristu? 

1.11.18

2. Yini umehluko phakathi kwezigaba zonke zomsebenzi kaNkulunkulu kanye negama Lakhe?

UNkulunkulu uSomandla



















          (1) Ukubaluleka kokuba uNkulunkulu ethatha igama likaJehova Ngenkathi Yomthetho
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“UNkulunkulu wathi futhi kuMose, Uzakusho njalo kubantwana bakwa-Israyeli uthi, iNKOSI, uNkulunkulu wawoyihlo, uNkulunkulu ka-Abrahama, uNkulunkulu ka-Isaka, noNkulunkulu kaJakobe, ungithumile kini: yileli igama lami kuze kube phakade, futhi lesi yisikhumbuzo sami ezizukulwaneni zonke(Eksodusi 3:15).

31.10.18

2. Umsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina ukwahlulela kwesihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe, njengalokhu kuphrofethiwe eNcwadini YeSambulo

 Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Ngoba sesifikile isikhathi sokuqala kwesahlulelo endlini kaNkulunkulu (1 Petru 4:17).
Ngase ngibona isihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe nohlezi kuso, obuso bakhe babalekelwa yizulu nomhlaba; akutholelwanga indawo. Ngase ngibona abafileyo, abakhulu nabancane, bemi phambi kukaNkulunkulu; 

8.10.18

Izwi Lesithathu

INkosi enqobile ihleli esihlalweni Sayo sobukhosi esikhazimulayo. Ifeze ukuhlenga futhi iholele bonke abantu Bayo ekubeni babonakale enkazimulweni. Iphethe izulu nomhlaba ezandleni Zayo futhi ngokuhlakanipha namandla Ayo obunkulunkulu yakhe futhi yenza iSiyoni eliqinile.

21.2.18

10.1.18

Imfihlakalo Yokuba Senyameni (4)

        Kufanele nazi ngendaba yangaphakathi nokwakheka kweBhayibheli. Lolu lwazi aluphathwa yilabo abangakawemukeli umsebenzi omusha kaNkulunkulu. Abazi. Bachazeleni lezi zindaba ezibalulekile, ngeke baziqhenye ngolwazi lwabo lweBhayibheli. Bahlala becubungula lokhu osekuphrofethiwe:

29.12.17

UNkulunkulu Wengamela Phezu Kwesiphetho Sesintu Sonke

 
 uhlelo lukankulunkulu



















     Njengamalunga ohlanga lwesintu kanye namaKristu azinikele, kuwumthwalo nesibopho sethu sonke ukunikela imiqondo nemizimba yethu ukuze kugcwaliseke umsebenzi ophathiswe nguNkulunkulu ngoba ubuthina bonke bavela kuNkulunkulu, futhi bukhona ngenxa yobukhosi bukaNkulunkulu. Uma imiqondo nemizimba yethu ingeyona eyomsebenzi ophathiswe nguNkulunkulu kanye nendlela elungile yesintu, ngakho imiphefumulo yethu ngeke ifanele labo ababulawelwa umsebenzi abawuphathiswe nguNkulunkulu, ngeke ifanele uNkulunkulu nhlobo, osihlinzeke ngakho konke.