Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umthombo wokuphila. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umthombo wokuphila. Bonisa konke okuthunyelwe

2.12.18

39. Ihlelo ngalinye phakathi komhlaba wenkolo likholwa ukuthi indlela yalo yindlela yeqiniso, ngakho umuntu angayehlukanisa kanjani indlela yeqiniso ezindleleni zamanga?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Imuphi umyalo oyisisekelo ngempela ekufuneni indlela yeqiniso? Niyazi ukuthi ukhona yini umsebenzi kaMoya oNgcwele noma cha, nokuthi la mazwi ayiqiniso yini noma cha, ubani ongufakazi, nomphumela okungaba nawo kuwe. 

28.11.18

25. Izono zethu zaxolelwa ngemva kokukholwa eNkosini, kodwa sisona kaningi; ekugcineni singakubalekela kanjani ngokuphelele ukuboshwa yisono?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Izono zomuntu zathethelelwa ngoNkulunkulu osenyameni kodwa akusho ukuthi umuntu akanaso isono phakathi kuye. Izono zomuntu zazingathethelelwa ngomnikelo wesono kodwa umuntu akakakwazi ukuxazulula indaba yokuthi angabe esasenza isono nokuthi le mvelo yakhe yokona ingakhishwa kanjani ngokuphelele futhi iguqulwe. 

19.11.18

South African Gospel Song "UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila"



 Zulu Gospel Song "UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila"
I
Akuyena wonke umuntu onendlela yokuphila;
Akuyona into noma ubani angayithola kalula.
Ngokuba ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela,
UNkulunkulu kuphela onomongo wokuphila,
UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila.

29.10.18

6. Kungani kuthiwa isintu esikhohlakele sidinga kakhulu insindiso kaNkulunkulu abe yinyama?

          Isiqephu Esikhethiweyo Sezwi LikaNkulunkulu


        Isintu Esikhohlakele Siyidinga Kakhulu Insindiso KaNkulunkulu Obe Inyama

         UNkulunkulu waba inyama ngenxa yokuthi ihloso yomsebenzi wakhe akuwona umoya kaSathane, noma into engaphili, kodwa umuntu, oyinyama owonakaliswe uSathane.

25.10.18

Ubusha Obungenakho Ukuzisola

UXiaowen    Edolobheni LaseChongqing 
Uthando luwumuzwa omsulwa, omsulwa ongenasici. Sebenzisa inhliziyo yakho, sebenzisa inhliziyo yakho ukuthanda nokuzwa kanye nokukhathalela. Uthando alubeki mibandela noma imigoqo noma ibanga. … Othandweni akukho kusola, akukho buqili, akukho nkohliso. 

24.10.18

Amandla Okuphila Angenakuqedwa

          UDong Mei, Esifundazweni SaseHenan

         Ngiwumuntu ojwayelekile. Ngangiphila ukuphila okujwayelekile. Njengabaningi abalangazelela ukukhanya, ngazama izindlela eziningi zokufuna injongo yangempela yokuba khona komuntu, ukuzama ukunika ukuphila kwami ukubaluleka okwengeziwe. Ekugcineni, yonke imizamo yami yaphelela ezeni.

23.10.18

Ngathola Ukukhanya Kweqiniso

UQiuhe  eJapan
Ngazalelwa emndenini wamaKhatholika. Kusukela ebuncaneni bami, bengihamba Imisa esontweni nomkhulu nogogo. Ngenxa yomthelela wendawo yangakithi nokukholwa kwami uNkulunkulu, ngifundile ukusho amavesi amaningi nokwenza imikhuba ehlukahlukene.

22.10.18

Ukuthola Indlela Ebuyela Emuva Ngemuva Kokulahleka

UXieli, eMelika
Ngangihlale ngifuna impilo yenjabulo nezinga eliphakeme lokuphila, ngakho ngaya eMelika ukuze ngizosebenza kanzima ngokusemandleni ami. Emva kweminyaka embalwa yokusebenza kanzima nokuhlupheka, ngakwazi ukuthola kancane kancane izinto engangizifuna: 

19.10.18

Ukulungisa Imvelo Nokwenza Iqiniso

1. Ukuhlobana Phakathi KobuntuNamandla Okwenza Iqiniso
Abantu bathi ukwenza iqiniso kuyinto enzima kakhulu. Pho kungani abanye abantu bekwazi ukwenza iqiniso? Abanye bathi kungenxa yokuthi bamukele ngemvelo ukusebenza koMoya oNgcwele ukuze usebenze kubo, nokuthi futhi ngokwemvelo bafanelekile. Le mpikiswano iyawenza umqondo kancane.  

21.2.18

10.2.18

Umsebenzi Nokungena (7)

Sekuthathe umuntu kwaze kwaba yilolu suku ukuba aqaphele ukuthi lokho umuntu akuntulayo akukhona nje kuphela ukuphila ngokomoya kanye nolwazi lokwazi uNkulunkulu, kodwa, okubaluleke kakhulu, izinguquko esimweni sabo. Ngenxa yokungabi nalwazi okuphelele ngomlando nesiko lasendulo lesintu, abanalo nolwazi oluncane ngomsebenzi kaNkulunkulu. 

12.1.18

Izwi LamaShumi Amane

      Abantu bagxila kukho konke engikwenzayo, okungathi sengizokwehlisa amazulu, futhi bahlala bedideka ngezenzo Zami, okungathi engikwenzayo abakuqondi. Kanjalo, bagqugquzelwa Yimi kukho konke abakwenzayo, besaba ukuthi bazolicasula Izulu bese belahlelwa “ezweni labafayo.”