Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umusa kaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umusa kaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
10.8.19
Inani Elaphilwa UJobe Phakathi Nesikhathi Sakhe
UJobe Ngemva Kwezilingo Zakhe
(UJobe 42:7-9) Futhi kwaba kanjalo, ngemva kokuba uJehova eskhulume lawo mazwi kuJobe, ujehova yathi ku-Elifazi umThemani, Intukuthelo yami ibaselwe wena, nabangani bakho ababili: ngokuba anikhulumanga okuhle ngami, njengoba inceku yami uJobe yenzile. Ngalokho thathani manje izinkunzi eziyisikhombisa nezinqama eziyisikhombisa, futhi niye encekwini yami uJobe, futhi nizinikelele ngazo zibe ngumnikelo wokushiswa; uJobe inceku yami uyonithandazela: ngokuba ngaye ngizovuma: angiyukwenza kini njengobuwula benu, njengoba ningakhulumanga okulungileyo ngami, njengenceku yami uJobe. Ngakho u-Elifazi umThemani noBhilidadi umShuhi noSofari umNahama, futhi benza njengokuyalwa uJehova: uJehova wamamukela noJobe.
6.11.18
Ukunamathela KuNkulunkulu
South African Gospel Music 2018 “Ukunamathela KuNkulunkulu”
I
UNkulunkulu wangikhetha olwandle olubanzi lwabantu, elungiselela ngokumangalisayo ukuba ngize eceleni Kwakhe.
Amazwi Akhe anomusa afudumalisa inhliziyo yami, ukumemeza Kwakhe okuqinile kwangivusa ephusheni lami.
Lelo phimbo elejwayelekile, lobo buso obuhle abuguqukile kusuka ekuqaleni.
Emndenini kaNkulunkulu nginambitha ubumnandi bothando Lwakhe. Ngincika eduze Kwakhe futhi angifuni ukuphinde ngikusuke.
3.11.18
2. Yini umehluko obalulekile phakathi kokusindiswa nensindiso?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Akubona bonke abathi kimi, Nkosi, Nkosi abazongena embusweni wezulu; kodwa lowo owenza intando kaBaba osezulwini” (Mathewu 7:21).
25.10.18
Kusukela Ekuhlukunyezweni Kuphuma Amakha Othando
UXiaokai, Esifundazweni saseJiangxi
Ngingowesifazane ojwayelekile wasemaphandleni futhi, ngenxa yombono wokukholelwa ekutheni abantwana besilisa kuphela ababalulekile, ngangingakwazibr. ngakhethwa yiNkosi uJesu futhi, ngemva kweminyaka emibili, ngamukela insindiso kaNkulunkulu uSomandla.Ngaphezu kwalokho, ngaqonda kakhulu iqiniso elivela emazwini kaNkulunkulu uSomandla yase inhliziyo yami ithola ukukhululeka kwangempela. Nokho, lapho ngenza umsebenzi wami wokukhokhela uthando lukaNkulunkulu, ngaboshwa kabili nguhulumeni we-CCP futhi ngathola ukuhlukunyezwa nokuhlushwa ezandleni zababesetshenziswa yi-CCP. Lapho nje sengisethunzini lokufa, amazwi kaNkulunkulu uSomandla angiqondisa futhi angikhuthaza futhi angenza ngafakaza phakathi nokulinyazwa ngonya uSathane, ngalokho aqinisa ukuzimisela kwami ukulandela uNkulunkulu nokuthanda uNkulunkulu ngakho konke ukuphila kwami.
22.10.18
Isivunguvungu Esadaleka Ekhaya Ngodaba LwaseZhaoyuan Lomhla ka- 28 kuMeyi
u-Enhui, eChina
Ngingowesifazane ojwayelekile wasemakhaya, futhi ngangivame ukusindwa yimithwalo enzima yekhaya. Ngenxa yalokhu, omoya wami waba yinto enobudlova kakhulu, futhi mina nomyeni wami sasihlala sixabana nsuku zonke.
21.10.18
Sengiyakwazi Ukuhlukanisa Phakathi KukaKristu Wangempela NoKristu Bamanga
UChuanyang. eMelika
Ngo-2010, ubusika eMelika bangenza ngagodola kakhulu. Ngaphezu kokubanda okuhlabayo kudalwa inhlanganisela yomoya nokukhithika, okwakukubi nakakhulu ukuthi inhliziyo yami yayingenelwe futhi yahlaselwa “yigagasi elibandayo” Kulabo kithina abasebhizinisini lokuhlobisa ezindlini, ubusika yisikhathi esinzima kakhulu sonyaka, ngoba uma ubusika buqala uba mncane kakhulu umsebenzi. Sibhekana nokulahlekelwa nayimisebenzi yethu.
Ngo-2010, ubusika eMelika bangenza ngagodola kakhulu. Ngaphezu kokubanda okuhlabayo kudalwa inhlanganisela yomoya nokukhithika, okwakukubi nakakhulu ukuthi inhliziyo yami yayingenelwe futhi yahlaselwa “yigagasi elibandayo” Kulabo kithina abasebhizinisini lokuhlobisa ezindlini, ubusika yisikhathi esinzima kakhulu sonyaka, ngoba uma ubusika buqala uba mncane kakhulu umsebenzi. Sibhekana nokulahlekelwa nayimisebenzi yethu.
21.8.18
5. Abantu bavame ukuthi, “Ubuhle bunomvuzo wakho, ububi ukujeziswa kwakho,” khona-ke kungani uNkulunkulu engasusi bonke abantu ababi?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Namuhla, noma bengenzani, futhi kuncike ekutheni bangaphazamisi ukuphatha kukaNkulunkulu futhi abangahlangene nhlobo nomsebenzi kaNkulunkulu, abantu abanjalo ngeke babhekane nembuyiselo ehambisanayo, ngoba usuku lolaka alukafiki. Kuningi abantu abakholwa ukuthu uNkulunkulu ukube usebhekene nakho, futhi bacabanga ukuthi abenzi bobubi kumele babhekane nempindiselo ebafanele ngokushesha.
5.7.18
Indlela Yokungena Esimweni Esijwayelekile
Lapho abantu beqhubeka bamukela amazwi kaNkulunkulu, yilapho bekhanyiseleka kakhulu futhi yilapho beqhubeka befuna ulwazi lukaNkulunkulu ngokulambela nokomela ukulunga. Yilabo abemukela amazwi kaNkulunkulu kuphela abakwazi ukwazi izinto ezijulile nezicebile; yibo kuphela abanokuphila okuqhakaza ngisho nakakhulu.
17.3.18
Ingabe Wethembeke Kubani?
Usuku ngalunye eniluphilayo nenidlula kulo njengamanje lubucayi futhi lubaluleke kakhulu esiphethweni senu kanye nasekusaseni lenu, ngakho kumele nikwazise konke eninakho ngawo wonke umzuzu odlulayo. Kumele nisisebenzise kahle isikhathi senu ukuze nizinike inzuzo enkulu, ukuze ningayiphileli ize le mpilo.
12.3.18
Thank God for His Salvation "Uthando Lweqiniso Luka-Nkulunkulu" (zulu christian music)
I
Ngimi phambi kukaNkulunkulu futhi namhlanje.
Inhliziyo yami inokuningi engingakusho
uma ngibona ubuso Bakhe obuhle.
Ngishiye umlando wami wokuduka ngemuva.
Izwi Lakhe lingigcwalisa ngenjabulo
nokuthakasa okuvela emseni Wakhe.
Amazwi kaNkulunkulu athambile lawa anginisela futhi
angondle ukuze ngikhule.
20.2.18
UNkulunkulu USomandla uthi:
Usuku nosuku ngihamba phezu kwemikhathi, ngibuka zonke izinto ezidalwe yisandla Sami. Ngenhla kwamazulu yindawo Yami yokuphumula, ngezansi kukhona izwe engihamba kulo. Ngibusa yonke into phakathi kwalezo ezikhona, ngilayela konke kukho konke okukhona, ngenze ukuthi konke okukhona kuthobele indlela yemvelo nokuthobela umyalo wemvelo.
16.2.18
Izwi Leshumi
INkathi Yombuso, kakade, yehlukile ezikhathini ezedlule. Ayithinti okwenziwa ngumuntu. Kunalokho, ngenza umsebenzi Wami emva kokwehlela emhlabeni — umsebenzi okungekho muntu ongawucabanga noma awufeze. Kusukela ekudalweni komhlaba kuze kube manje, kuyo yonke le minyaka bekulokhu kungokokwakha ibandla, kodwa akuzwakali lutho ngokwakhiwa kombuso.
14.2.18
Izwi Lamashumi Amane Nane
Abantu baphatha umsebenzi Wami njengento esizayo nje, abadlulwa ukudla noma ukulala ngenxa yawo, ngalokho futhi anginakho okunye engingakukhetha ngaphandle kokwenza izimfuno ezimfanele umuntu ngesimo sengqondo sakhe Ngami.
13.2.18
Inkulumo Emfishane Mayelana “Nombuso Weminyaka Eyinkulungwane Osufikile”
Uwubona kanjani umbono woMbuso Weminyaka Eyinkulungwane? Abanye abantu bacabanga kakhulu ngawo, futhi bathi uMbuso Weminyaka Eyinkulungwane uyoba khona iminyaka eyinkulungwane emhlabeni, ngakho uma amalungu amadala kunamanye ebandleni engashadile, ingabe kufanele ashade?
9.2.18
Umsebenzi Nokungena (4)
Uma umuntu engakwazi ngempela ukungena ngokuvumelana nomsebenzi kaMoya oNgcwele, ukuphila kwakhe kuyohluma ngokushesha njengamagatsha oqalo ngemva kwemvula yasentwasahlobo.
8.2.18
Umsebenzi Nokungena (1)
Kusukela ngesikhathi abantu abaqala ngaso ukunyathela emgudwini ofanele wokuphila, kunezinto eziningi ezingakacaci. Basadunguza emswanini ngomsebenzi kaNkulunkulu, nangomsebenzi omningi okufanele bawenze. Ngakolunye uhlangothi, lokhu kungenxa yokwehluka kwemibono yabo kanye nokuntula ulwazi;
25.1.18
Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amane Nane Nelamashumi Amane Nanhlanu
UNkulunkulu USomandla uthi:
"Kusukela uNkulunkulu atshela umuntu “ngothando lukaNkulunkulu”—okuyisifundo esijule kunazo zonke—uye wanamathela ekukhulumeni ngalesi sihloko emazwini athi “amazwi kaMoya ophindwe kasikhombisa,” enza abantu ukuthi bonke bazame ukwazi ngokungabi nalutho kwempilo yomuntu, ngalokho ekhipha uthando lweqiniso ngaphakathi kubo. Bamthanda kangakanani uNkulunkulu labo abakhona esigabeni samanje? Uyazi wena? Akukho mikhawulo esifundweni “sokuthanda uNkulunkulu.”
3.1.18
UNkulunkulu Wavikela Umndeni Wethu Ngenhlekelele
EWang Lan Kwidolobha IBeijing
Ncwaba 6, 2012
Mhla zingama-21 kuNtulikazi, 2012 isikhukhula eminyakeni engamashumi ayisithupha sadwengula isigodi sakithi. Inhlekelele yavela ezulwini, amanzi kazamcolo exube udaka kanye namatshe futhi yokanalisa isigodi sonke. Imizi eminingi yabhujiswa amanzi kanye nodaka olushelelayo.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)