Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukholo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukholo. Bonisa konke okuthunyelwe

7.7.19

Mayelana NoJobe (II)

Izinto uJobe adlula kuzo nobuqotho bakhe nokwethembeka kwakhe kwasho ukuthi wenza izinqubo ezibonisa ukuhluzeka lapho elahlekelwa impahla kanye nezingane zakhe.

                             Ukuhluzeka KukaJobe

       Izinto uJobe adlula kuzo nobuqotho bakhe nokwethembeka kwakhe kwasho ukuthi wenza izinqubo ezibonisa ukuhluzeka lapho elahlekelwa impahla kanye nezingane zakhe. Izinqumo ezihluzeke kanjalo zazingenakuhlukaniswa nezinto ayezifuna mihla yonke nezenzo zikaNkulunkulu ayesezazi. Ukwethembeka kukaJobe kwamenza wakholelwa ukuthi isandla sikaJehova sibusa zonke izinto; inkolelo yakhe yamenza wazi iqiniso ngobukhosi bukaJehova uNkulunkulu kuzo zonke izinto;

5.7.18

Indlela Yokungena Esimweni Esijwayelekile

Lapho abantu beqhubeka bamukela amazwi kaNkulunkulu, yilapho bekhanyiseleka kakhulu futhi yilapho beqhubeka befuna ulwazi lukaNkulunkulu ngokulambela nokomela ukulunga. Yilabo abemukela amazwi kaNkulunkulu kuphela abakwazi ukwazi izinto ezijulile nezicebile; yibo kuphela abanokuphila okuqhakaza ngisho nakakhulu. 

28.5.18

God’s Love Never Fails | Short Film "God Is My Reliance" | Eastern Lightning



She was born into a Christian family. By God’s grace, her family loved each other and lived in harmony, and she felt very happy. However, in the year she turned 15, in order to escape being arrested and persecuted by the CCP government, her family was forced to scatter to different places and she stayed with their relatives. In 2002, through reading God’s word, she was certain that Almighty God is the return of the Lord Jesus and accepted God’s end-time work. In 2008, she was arrested by the CCP government and was sentenced to two years in prison. Under the long time During the long period of overwork and being tortured and humiliated with different means in the women’s labor camp, she, unable to bear all this, tasted the selflessness and greatness of God’s love. God’s word made her weak heart become strong.…

27.4.18

Kungani Ungazimisele ukuba Isiqhathaniso?

      Labo abanqotshwayo bayiziqhathaniso, futhi ngemva nje kokupheleliswa baba izibonelo nezifanekiso zomsebenzi wezinsuku zokugcina. Ngaphambi kokuba bapheleliswe bayiziqhathaniso, amathuluzi, kanjalo nezinto zokusebenza. Labo abanqotshwe ngokuphelele nguNkulunkulu bayizibonakaliso kanye nezibonelo nezifanekiso zohlelo Lwakhe lokuphatha. 

18.3.18

Indlela Yokukhonza Ngokuvumelana Nentando KaNkulunkulu

        Namuhla, sizobe sikhuluma ngendlela okumele abantu bakhonze ngayo uNkulunkulu ekukholweni kwabo kuNkulunkulu, yimiphi imibandela okumele ifezwe kanye nokuthi yini ekumele iqondwe yilabo abakhonza uNkulunkulu, nokuthi yiziphi iziphambeko ezikhona ekukhonzeni kwakho. Kumele nikuqonde konke lokhu.

10.3.18

"Indaba kaXiaozhen" (4) - Ukonakala | Musical Drama



Isingeniso

Ebhekene nezwe elikhohlakele, noqobo olunesihluku nosizi, uXiaozhen washiya ubuqotho bakhe walwela ukugqoka imaskhi. Kusukela ngaleso sikhathi, wabe eseduka …


Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.

22.2.18

Christian Video | The Best Decision of My Entire Life—Accepting Almighty God's Work of the Last Days



Since Almighty God began His work of the last days in China, more and more people have come to spread and bear witness to His words. Almighty God’s end-time work long ago expanded outside of China’s borders, and His words have been translated into many different languages and published online. More and more of those who truly believe in God and long to seek the truth are investigating Almighty God’s work, and many want to gain an understanding of The Church of Almighty God and God’s work in the last days.!--more-->

16.2.18

Izwi Leshumi

INkathi Yombuso, kakade, yehlukile ezikhathini ezedlule. Ayithinti okwenziwa ngumuntu. Kunalokho, ngenza umsebenzi Wami emva kokwehlela emhlabeni — umsebenzi okungekho muntu ongawucabanga noma awufeze. Kusukela ekudalweni komhlaba kuze kube manje, kuyo yonke le minyaka bekulokhu kungokokwakha ibandla, kodwa akuzwakali lutho ngokwakhiwa kombuso. 

Khonza Njengoba Kwenza Ama-Israyeli

Kulezi nsuku, abantu abaningi abazinaki izifundo okufanele zifundwe phakathi nokusebenzisana nabanye. Ngithole ukuthi abaningi kini abakwazi nhlobo ukufunda izifundo phakathi nokusebenzisana nabanye. 

28.1.18

Musical Drama "Indaba kaXiaozhen" | Official Trailer


UXiaozhen wayehlanzekile, ewumKrestu onenhliziyo enhle, ehlale ephatha kahle abangani bakhe. Nokho, uma sekuyisikhathi sabo sokuzuza, abangani bakhe abadala baphenduka izitha zakhe.