Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukubuya kweNkosi uJesu okwesibili. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukubuya kweNkosi uJesu okwesibili. Bonisa konke okuthunyelwe

26.11.18

Kulabo abakholwe eNkosini uJesu iminyaka eminingi nabazidele ngentshiseko futhi basebenza ngokungakhathali, bahlupheke kakhulu ngenxa yeNkosi. Ingabe ngokungamukeli umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina bazokwenqatshelwa insindiso kanye nokungena embusweni wezulu?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Akubona bonke abathi kimi, Nkosi, Nkosi abazongena embusweni wezulu; kodwa lowo owenza intando kaBaba osezulwini. Abaningi bazothi kimina ngalolo suku, Nkosi, Nkosi, asizange siphrofethe ngegama lakho? Futhi sakhipha namadimoni ngegama lakho? Futhi ngegama lakho senza imisebenzi eminingi emihle? Khona-ke ngizobe sengifakaza kubo ngithi, anginazi: sukani kimi, nina enenza okubi” (Mathewu 7:21-23).

17.10.18

Ngakwamukela Ukubuya KweNkosi

uQingxin, eMyanmar
Abazali bami bobabili bangamaKristu futhi kusukela ebuncaneni bami ngaqala ukuya nabo enkonzweni ukuze ngithamele izinkonzo. Lapho ngineminyaka eyi-12 ngahambela ikhempu enkulukazi yamaKristu eMyanmar, futhi ngenkathi ngilapho umfundisi othile wathi kimina: “Ukuphela kwendlela yokugwema ukufa beseungena embusweni wezulu ukubhaphathizwa.” Ngakho-ke ukuze ngingene embusweni wezulu nganquma ukubhaphathizwa ngenkathi ngikule khempu. Kusukela ngaleso sikhathi kuqhubeka, ngaba ngumKristu wangempela.

16.10.18

Itabernakele LikaNkulunkulu Likubantu

UChen Bo, eChina 
Ngolunye usuku, ngaya endlini kadadewethu ukuyohlola umama wethu. Ngaphambi kokuhamba, udadewethu wanginika incwadi, engicela ukuba ngiqiniseke ukuthi ngiyifunda ngokucophelela. 

14.10.18

3. Ukuphaphama Komphefumulo Okhohlisiwe

uYuanzhi, eBrazil
Ngazalelwa edolobheni elincane eNyakatho neChina. Ngo-2010, ngalandela izihlobo zami ngaya eBrazil. EBrazil, ngajwayelana nomngane ongumKristu. Wangivakashisa ebandleni ukuba ngilalele izintshumayelo. Nakuba ngaya kathathu, akuzange kugxile kimina. 

8.9.18

South African Gospel Song "UNkulunkulu Angazuza Isintu Kuphela Ngokusebenza Enyameni"



South African Gospel Song "UNkulunkulu Angazuza Isintu Kuphela Ngokusebenza Enyameni"
I
Ngezwi likaNkulunkulu elingokoqobo,
ubuthakathaka nokuhlubuka komuntu kuyahlulelwa futhi kwembulwe.
Bese umuntu ethola lokhu akudingayo.
Uyabona ukuthi uNkulunkulu usefikile kulo mhlaba wabantu.
Umsebenzi kaNkulunkulu ongokoqobo uhlose ukusindisa wonke umuntu ethonyeni likaSathane,
abahlenge ekungcoleni,
esimweni sabo esonakaliswe nguSathane.
Ukuzuzwa nguNkulunkulu kusho ukulandela isibonelo Sakhe njemgomfuziselo ophelele womuntu.
Landela uNkulunkulu ongokoqobo,
phila impilo yobuntu ejwayelekile,
gcina amazwi nemiyalelo Yakhe,
ugcine ngokuphelele lokho akushoyo,
futhi athole lokho akucelayo,
lapho-ke uyozuzwa nguNkulunkulu.

31.8.18

23. Uma nginokholo kakade eNkosini uJesu, kungani kufanele ngibe nokholo kuNkulunkulu uSomandla ukuze ngithole insindiso?


Yize uJesu enza umsebenzi omningi kubantu, waqeda kuphela ukuhlengwa kwabantu waba umnikelo wezono zabantu, wangasisusa isimo senkohlakalo yomuntu. Ukusindisa umuntu ngokugcwele ekuthonyweni uSathane akudingi kuphela ukuthi uJesu athathe izono zabantu njengomnikelo wesono, kodwa kudinga ukuba noNkulunkulu enze umsebenzi omkhulu ukuze kuqedwe nya lesi simo somuntu, esiye sonakaliswa uSathane. 

25.8.18

South African Gospel Song "UnguNkulunkulu Wethu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu



South African Gospel Song "UnguNkulunkulu Wethu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Akekho ngaphandle Kwakhe owazi esikucabangayo.
Akekho omunye owazi ingqikithi nemvelo yethu njengentende yesandla sakhe.Akekho omunye owazi ingqikithi nemvelo yethu njengentende yesandla sakhe.
Akekho omunye ongahlulela ukuhlubuka komuntu noma izindlela zakhe ezonakele.Akekho omunye ongahlulela ukuhlubuka komuntu noma izindlela zakhe ezonakele.
Akekho ongakhuluma nathi noma asebenze kithi kanje egameni likaNkulunkulu osezulwini.Akekho ongakhuluma nathi noma asebenze kithi kanje egameni likaNkulunkulu osezulwini.

24.8.18

South African Gospel Song "Ingqikithi KaKristu Inqunywa Ngumsebenzi Namazwi Akhe"


South African Gospel Song "Ingqikithi KaKristu Inqunywa Ngumsebenzi Namazwi Akhe"
I
Ingqikithi kaKristu inqunywa ngumsebenzi namazwi akhe
Ngenhliziyo eneqiniso, uqeda lokho akunikiwe,
ukhonza uNkulunkulu osezulwini futhi afune intando kaYise.

23.8.18

17. INkosi uJesu inguNkulunkulu onomusa nothando. Kuphela nje uma sisekela igama leNkosi uJesu futhi sigcina indlela Yakhe, sikholwa ukuthi lapho ebuya, ngeke asishiye, futhi siyohlwithwa ngokuqondile singene embusweni wezulu.

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Akubona bonke abathi kimi, Nkosi, Nkosi abazongena embusweni wezulu; kodwa lowo owenza intando kaBaba osezulwini. Abaningi bazothi kimina ngalolo suku, Nkosi, Nkosi, asizange siphrofethe ngegama lakho? Futhi sakhipha namadimoni ngegama lakho? Futhi ngegama lakho senza imisebenzi eminingi emihle? Khona-ke ngizobe sengifakaza kubo ngithi, anginazi: sukani kimi, nina enenza okubi” (Mathewu 7:21-23).

7.8.18

4. Ukubaluleka kokwahlulela kukaNkulunkulu ezinsukwini zokugcina kungabonakala emiphumeleni efezwe ngumsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina.

Umsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina wenzelwa ukuhlanza, ukusindisa kanye nokuphelelisa umuntu, kanye nokwenza iqembu labanqobayo.























        (1) Umsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ezinsukwini zokugcina wenzelwa ukuhlanza, ukusindisa kanye nokuphelelisa umuntu, kanye nokwenza iqembu labanqobayo.


        Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Ngenxa yokuthi niligcinile izwi lokubekezela kwami, Nami ngizonigcina ngehora lokulingwa, elizofika ezweni lonke, ukubalinga labo abahlala emhlabeni. Bheka, ngiyeza masinyane: bambelela kulokho onakho, ukuze kungabi namuntu ozothatha umqhele wakho. 

4.8.18

3. Yini umehluko phakathi kwempilo yebandla Ngenkathi Yomusa nempilo yebandla Ngenkathi Yombuso?

ukubuya kweNkosi uJesu okwesibili,Iqiniso,Indlela

        




















        Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

      “Futhi besadla, uJesu wathatha isinkwa, wase esibusisa, futhi wasihlephula, wase esinika abafundi, futhi wathi, Thathani, nidle; lokhu kungumzimba wami. Futhi wathatha indebe, wase ebonga, futhi wabanika yona, wathi, Phuzani nonke kuyo; Ngoba lokhu kuyigazi lami lesivumelwano esisha, elithululwa ngenxa yabaningi ngenxa yokuthethelelwa kwezono” (UMathewu 26:26-28).

25.7.18

3. IBhayibheli laqokelelwa ngumuntu, hhayi uNkulunkulu; iBhayibheli alikwazi ukumela uNkulunkulu.

Izikhombo Zamavesi Ebhayibheli:
Hlolani imibhalo; ngoba nicabanga ukuthi kuyo niyoba nokuphila okungunaphakade: yiyo engifakazelayo. Futhi ngeke nize kimi, ukuze nibe nokuphila(Johane 5:39-40).

22.7.18

1. Ingabe ngempela umuntu kufanele alizwe kanjani izwi likaNkulunkulu? Ingabe umuntu angaqiniseka kanjani ukuthi uNkulunkulu ngempela nguNkulunkulu uSomandla yiNkosi uJesu ebuyisiwe?











   Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Izimvu zami zizwa izwi lami, futhi ngiyazazi, ziyangilandela(Johane 10:27).
Ngisenezinto eziningi engingazisho kini, kodwa ningekwazi ukuzithwala manje. Noma kunjalo, uma esefikile yena, uMoya weqiniso, uzoniholela kulo lonke iqiniso: ngoba akazukuzikhulumela, kodwa lokho azokuzwa, uzokusho: futhi uzonikhombisa okuzayo(Johane 16:12-13).

16.7.18

6. Emhlabeni wezenkolo, yiqiniso noNkulunkulu abaphethe Amandla, noma ingabe omphikukristu noSathane abaphethe amandla?

ukubuya kweNkosi uJesu okwesibili,Ukulunga








       
        Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Maye kinina, babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba nivalela abantu umbuso wezulu: ngokuba aningeni nina, nabangenayo niyabahlupha” (Mathewu 23:13).

2.7.18