Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Righteousness. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Righteousness. Bonisa konke okuthunyelwe

4.8.18

3. Yini umehluko phakathi kwempilo yebandla Ngenkathi Yomusa nempilo yebandla Ngenkathi Yombuso?

ukubuya kweNkosi uJesu okwesibili,Iqiniso,Indlela

        




















        Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

      “Futhi besadla, uJesu wathatha isinkwa, wase esibusisa, futhi wasihlephula, wase esinika abafundi, futhi wathi, Thathani, nidle; lokhu kungumzimba wami. Futhi wathatha indebe, wase ebonga, futhi wabanika yona, wathi, Phuzani nonke kuyo; Ngoba lokhu kuyigazi lami lesivumelwano esisha, elithululwa ngenxa yabaningi ngenxa yokuthethelelwa kwezono” (UMathewu 26:26-28).

30.5.18

Isahluko 36.Ukuzazi Ngokuyinhloko Kuwukwazi Imvelo Yomuntu

     Inhloso yokuzuza ushintsho esimweni ukwazi imvelo yakho siqu, futhi lokhu kumele kuze ngesambulo esivela kuNkulunkulu. Kungezwi likaNkulunkulu kuphela lapho umuntu engazi khona ngemvelo yakhe enyantisayo, aqaphele emvelweni yakhe siqu ubuthi obuhlukahlukene bukaSathane, abone ukuthi uyisiphukuphuku futhi akanaki, futhi aqaphele ubuthakathaka nezici ezingezinhle kwimvelo yaakhe. 

15.5.18

South African Gospel Song "Igama LikaNkulunkulu Lizokhazinyuliswa Phakathi Kwabezizwe"



South African Gospel Song "Igama LikaNkulunkulu Lizokhazinyuliswa Phakathi Kwabezizwe"
I
Inhloso yokwahlulela kukaNkulunkulu ukukhuthaza ukulalela komuntu;
inhloso yokusola kukaNkulunkulu ukuvumela ukuguquka komuntu.
Nakuba umsebenzi kaNkulunkulu ungenxa yokuphatha Kwakhe,
akukho akwenzayo okungalungile kumuntu.
UNkulunkulu ufuna amazwe akude nakwa-Israyeli ukuba alalele njengoba ama-Israyeli enza,
ukubenza babe ngabantu bangempela,
ukuze emazweni akude nakwa-Israyeli kuzuzeke indawo yonyawo lukaNkulunkulu.
Lokhu kungukuphatha kukaNkulunkulu.
Kungumsebezi Wakhe emazweni Abezizwe.

3.3.18

Akekho Umuntu Osenyameni Ongabalekela Usuku Lolaka


 IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

      Namuhla, ngikukhuzela ukuthi kusinde wena, ukuze umsebenzi Wami uqhubeke ngempumelelo, nokuthi umsebenzi Wami wokuqala wenziwe ngokufanele nangokuphelele emhlabeni jikelele, ngokuveza amazwi Ami, negunya, nokuphakama kanye nokwahlulela abantu bakuwo wonke amazwe nezinhlanga.