Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuhlakanipha. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuhlakanipha. Bonisa konke okuthunyelwe

29.8.18

20. Ukungakholwa kuNkulunkulu uSomandla akukhona yini ukukhaphela iNkosi uJesu? Ingabe lokhu akukhona ukuhlubuka?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Lowo onqobayo ngizomenza insika ethempelini likaNkulunkulu wami, futhi angeke esaya ngaphandle: futhi ngizobhala kuye igama likaNkulunkulu wami, negama lomuzi kaNkulunkulu wami, okuyiJerusalema elisha, elizovela ezulwini kuNkulunkulu wami: futhi ngizobe sengibhala kuye igama lami elisha” (IsAmbulo 3:12)

28.8.18

16. Ingabe ukukholwa kuNkulunkulu uSomandla kuzokwenza ngempela ukuba umuntu angabhubhi futhi abe nokuphila okuphakade?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Futhi uNkulunkulu uzozesula zonke izinyembezi emehlweni abo; akusayikuba khona ukufa, nokudabuka, nokukhala, ngisho nobuhlungu abusayikuba khona: ngoba izinto zakuqala sezidlulile” (IsAmbulo 21:4).

22.8.18

10.8.18

3. Ingabe umsebenzi kaNkulunkulu wokwahlulela ngesikhathi sezinsuku zokugcina uyahlanza futhi usindise isintu?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Futhi uma noma ngabe yimuphi umuntu ezwa amazwi ami, engawakholwa, angimahluleli: ngoba angizanga ukuzokwahlulela umhlaba, kodwa ukusindisa umhlaba. Lowo ongalayo, engawamukeli namazwi ami, ukhona ozomahlulela: izwi engilikhulumile, lona lizomehlulela ezinsukwini zokugcina” (Johane 12:47-48 )

22.7.18

1. Ingabe ngempela umuntu kufanele alizwe kanjani izwi likaNkulunkulu? Ingabe umuntu angaqiniseka kanjani ukuthi uNkulunkulu ngempela nguNkulunkulu uSomandla yiNkosi uJesu ebuyisiwe?











   Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Izimvu zami zizwa izwi lami, futhi ngiyazazi, ziyangilandela(Johane 10:27).
Ngisenezinto eziningi engingazisho kini, kodwa ningekwazi ukuzithwala manje. Noma kunjalo, uma esefikile yena, uMoya weqiniso, uzoniholela kulo lonke iqiniso: ngoba akazukuzikhulumela, kodwa lokho azokuzwa, uzokusho: futhi uzonikhombisa okuzayo(Johane 16:12-13).

1.7.18

14.4.18

Imbubhiso Ngokuphazima Kweso

—IQingping Township esesiFundazweni saseSichuan yanyamalala kabili ngenxa yokudelela kwayo ivangeli likaNkulunkulu uSomandla lezinsuku zokugcina 

9.4.18

Indlela Yokukhonza Yenkolo Kumelwe Ivalwe

IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

  Kusukela ekuqaleni komsebenzi wakhe endaweni yonke, uNkulunkulu wanqumela kusengaphambili abantu abaningi ukuba bamkhonze, kuhlanganisa abantu abavela kuzo zonke izizinda zokuphila. Injongo Yakhe ukufeza intando Yakhe nokuqiniseka ngokuthi umsebenzi Wakhe emhlabeni uthela kahle izithelo.

20.3.18

Izwi Lamashumi Amabili Nesithupha

Amazwi kaNkulunkulu, ukuhlakanipha, Ukulunga,

















Ubani oke wahlala ekhaya Lami? Ubani oke wangimela? Ubani oke wahlupheka ngenxa Yami? Ubani oke wenza isithembiso phambi Kwami? Ubani oke wangilandela kwaze kwaba manje kodwa engakashintshi? Kungani bonke abantu bengenandaba futhi bengenazwelo? Kungani abantu bengishiyile? Kungani abantu bekhathala Yimi?

16.3.18

Ababi Kumele Bajeziswe


 IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

Ukuhlola ukuthi wenza ukulunga kukho konke okwenzayo yini, nokuthi zonke izenzo zakho ziyabonwa yini uNkulunkulu, kuyizimiso zokuziphatha zalabo abakholwa kuNkulunkulu. 

3.3.18

Akekho Umuntu Osenyameni Ongabalekela Usuku Lolaka


 IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

      Namuhla, ngikukhuzela ukuthi kusinde wena, ukuze umsebenzi Wami uqhubeke ngempumelelo, nokuthi umsebenzi Wami wokuqala wenziwe ngokufanele nangokuphelele emhlabeni jikelele, ngokuveza amazwi Ami, negunya, nokuphakama kanye nokwahlulela abantu bakuwo wonke amazwe nezinhlanga.