Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UNyazi LwaseMpumalanga. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UNyazi LwaseMpumalanga. Bonisa konke okuthunyelwe

12.5.18

UNkulunkulu Ungumthombo Wokuphila Komuntu

        Kusuka ngomzuzu ufika ukhala kulo mhlaba uqala ukuwenza umsebenzi wakho . Uqala ukubamba iqhaza lakho ohlelweni nasogcotshweni lukaNkulunkulu. Uqala uhambo lokuphila. Akukhathaliseki ukuthi usuka kuphi nokuthi uhlalelwe yiluphi uhambo, akekho ongaphunyukwa uhlelo olubekwe yiZulu, futhi akekho olawula isiphetho sakhe, yilowo obusa zonke izinto kuphela ongakwazi ukwenza lowo msebenzi. Kusukela ngosuku umuntu aba khona ngalo, uNkulunkulu yilokhu eme waqina emsebenzini Wakhe, ephethe indawo yonke futhi elawula ukuguquka nokunyakaza kwayo yonke.

8.5.18

South Africa Worship Songs “UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Usebenza Ngokuthula Ukusindisa Umuntu”



I
UNkulunkulu waba yinyama, wahlala efihlekile phakathi kwabantu
ukuze enze umsebenzi omusha, asisindise enkohlakalweni.
Ugodla incasiselo.
Ngezinhlelo azenzile, wenza umsebenzi Wakhe isinyathelo ngesinyathelo.
Amazwi Akhe ayakhula usuku ngosuku,
eduduza, ekhumbuza, esola futhi exwayisa.
Kusuka kokuthambile nokunomusa kuya kokunolaka nobukhosi,
amazwi Akhe afaka uzwelo novalo.
Konke akushoyo kwembula izimfihlo zethu ezijulile.
Amazwi Akhe akwazi ukusihlaba futhi sizizwa sihlazekile.
Kunokunikwa okungenamkhawulo kwamanzi Akhe okuphila.
Futhi ngenxa Yakhe, siphila noNkulunkulu ubuso nobuso.
UNkulunkulu waba yinyama, wahlala efihlekile phakathi kwabantu
ukuze enze umsebenzi omusha, asisindise enkohlakalweni.
Ugodla incasiselo.
Ngezinhlelo azenzile, wenza umsebenzi Wakhe isinyathelo ngesinyathelo

30.4.18

God Is My Life and My Hope | Christian Movie | "From the Jaws of Death" | Eastern Lightning



God Is My Life and My Hope | Christian Movie | "From the Jaws of Death" | Eastern Lightning
Liu Zhen, 78 years old, is a typical rural housewife. After believing in God, she felt unparalleled joy from reading His words and singing songs of praise to Him every day, and frequently gathering with her brothers and sisters to fellowship on the truth. … However, good things never last. She is arrested and persecuted by the Chinese Communist government, putting her in a terrible predicament. The police take her to the police station for interrogation three times, and warn her not to believe in God any longer. They monitor her and go to her home to intimidate her. Under the pressure of the Chinese Communist government, her husband, son, and daughter-in-law also oppose and restrict her belief in God. Through this agony, she truly relies on and looks to God, and His words provide her with faith and strength, allowing her to stand strong in the midst of persecution and tribulation. At the height of her suffering when she is completely helpless, she makes an urgent cry to God. He hears her prayer and opens up a path for her. One evening, she suddenly loses consciousness and cannot be woken. The doctor says that she cannot be saved and tells her family to prepare for her passing, but after 18 hours, she miraculously comes to. This miracle of Almighty God astounds those around her and opens up a new path for her. … After this experience, Liu Zhen comes to deeply understand that people’s lives are without certainty, and none of us can control them—only God rules people’s fates and has our lives, deaths, fortunes, and misfortunes in His hands. She also comes to experience that it is only God that has our backs, is always there to help us, and it is only Him we can trust in and rely upon!

Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Ukuhlola Izimfihlakalo Zempilo


Umlotha Emlotheni, Uthuli Othulini.                         
Akekho onganqoba ukugula nokufa.
Akekho ongaguqula imithetho yokukhula nobuthakathaka.
 …                                 
Siphilelani? Futhi kungani kufanele sife? Ubani ophethe lo mhlaba?

30.3.18

Christian Music Video 2018 | The Return of the Lord "Two Thousand Years of Longing" (Worship Song)


Christian Music Video 2018 | The Return of the Lord "Two Thousand Years of Longing" (Worship Song) I That God has become flesh shakes the religious world, upsets the religious order, and stirs up the souls of all who long for God's appearance.

26.2.18

9.2.18

Umsebenzi Nokungena (4)

Uma umuntu engakwazi ngempela ukungena ngokuvumelana nomsebenzi kaMoya oNgcwele, ukuphila kwakhe kuyohluma ngokushesha njengamagatsha oqalo ngemva kwemvula yasentwasahlobo. 

8.2.18

Umsebenzi Nokungena (2)

Umsebenzi kanye nokungena kwakho akukuhle neze; umuntu akagxili kakhulu emsebenzini futhi akukunaki nakakhulu ukungena. Umuntu akakubheki lokhu njengezifundo okufanele angene kuzo; ngakho-ke, kokungokomoya okwenzekayo, cishe konke umuntu akubonayo ukukhohlisa okungelona iqiniso

Umsebenzi Nokungena (1)

Kusukela ngesikhathi abantu abaqala ngaso ukunyathela emgudwini ofanele wokuphila, kunezinto eziningi ezingakacaci. Basadunguza emswanini ngomsebenzi kaNkulunkulu, nangomsebenzi omningi okufanele bawenze. Ngakolunye uhlangothi, lokhu kungenxa yokwehluka kwemibono yabo kanye nokuntula ulwazi;