Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ivangeli. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ivangeli. Bonisa konke okuthunyelwe

8.5.18

South Africa Worship Songs “UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Usebenza Ngokuthula Ukusindisa Umuntu”



I
UNkulunkulu waba yinyama, wahlala efihlekile phakathi kwabantu
ukuze enze umsebenzi omusha, asisindise enkohlakalweni.
Ugodla incasiselo.
Ngezinhlelo azenzile, wenza umsebenzi Wakhe isinyathelo ngesinyathelo.
Amazwi Akhe ayakhula usuku ngosuku,
eduduza, ekhumbuza, esola futhi exwayisa.
Kusuka kokuthambile nokunomusa kuya kokunolaka nobukhosi,
amazwi Akhe afaka uzwelo novalo.
Konke akushoyo kwembula izimfihlo zethu ezijulile.
Amazwi Akhe akwazi ukusihlaba futhi sizizwa sihlazekile.
Kunokunikwa okungenamkhawulo kwamanzi Akhe okuphila.
Futhi ngenxa Yakhe, siphila noNkulunkulu ubuso nobuso.
UNkulunkulu waba yinyama, wahlala efihlekile phakathi kwabantu
ukuze enze umsebenzi omusha, asisindise enkohlakalweni.
Ugodla incasiselo.
Ngezinhlelo azenzile, wenza umsebenzi Wakhe isinyathelo ngesinyathelo

30.3.18

Christian Music Video 2018 | The Return of the Lord "Two Thousand Years of Longing" (Worship Song)


Christian Music Video 2018 | The Return of the Lord "Two Thousand Years of Longing" (Worship Song) I That God has become flesh shakes the religious world, upsets the religious order, and stirs up the souls of all who long for God's appearance.

24.2.18

The Chinese Communist Party Uses "Cult" as a Pretext to Persecute Religious Beliefs | What’s a Cult?



Since the Chinese Communist Party took power, it has been frantically suppressing religious beliefs. The Chinese Communist Party's religious policy and China's human rights conditions have been roundly denounced by democratic countries and international human rights organizations.

22.2.18

Christian Video | The Best Decision of My Entire Life—Accepting Almighty God's Work of the Last Days



Since Almighty God began His work of the last days in China, more and more people have come to spread and bear witness to His words. Almighty God’s end-time work long ago expanded outside of China’s borders, and His words have been translated into many different languages and published online. More and more of those who truly believe in God and long to seek the truth are investigating Almighty God’s work, and many want to gain an understanding of The Church of Almighty God and God’s work in the last days.!--more-->

19.2.18

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amabili Nesithupha

Kuwo wonke amazwi akhulunywa uNkulunkulu, kuyabonakala ukuthi usuku lukaNkulunkulu luyasondela usuku ngosuku. Kusengathi lolu suku selulapha phambi kwamehlo abantu, sengathi luzofika kusasa. Ngalokhu, emva kokufunda amazwi kaNkulunkulu, bonke abantu bashaywa uvalo, futhi banomuzwa wencithakalo yomhlaba.

15.2.18

Labo Abasimo Sabo Siguqukile Yilabo Abangene Oqotsheni Lwamazwi KaNkulunkulu

Indlela uMoya oNgcwele asebenza ngayo kubantu ukuqala ngokukhipha izinhliziyo zabo kubo bonke bantu, izigameko, nezinto uzifake emazwini kaNkulunkulu ukuze bonke bakholwe ezinhliziyweni zabo ukuthi amazwi kaNkulunkulu kuphela angenakungatshazwa futhi ayiqiniso eliphelele. 

14.2.18

Ukudingida Impilo Yasebandleni Nempilo Yangokoqobo

Abantu bacabanga ukuthi bakwazi kuphela ukushintsha uma bengaphakathi ebandleni labo, nokuthi uma bengaphili besebandleni, ukuguquka akwenzeki, bathi abakwazi ukufeza inguquko yeqiniso empilweni yabo abayiphilayo. 

Izwi Lamashumi Amane Nane

Abantu baphatha umsebenzi Wami njengento esizayo nje, abadlulwa ukudla noma ukulala ngenxa yawo, ngalokho futhi anginakho okunye engingakukhetha ngaphandle kokwenza izimfuno ezimfanele umuntu ngesimo sengqondo sakhe Ngami.