Manje sekumele niphokophelele ukuba abantu bakaNkulunkulu, bese niqala ukungena ngokuphelele endleleni eyiyo. Ukuba ngabantu bakaNkulunkulu kusho ukungena eNkathini YoMbuso. Namuhla, niqala ukungena ngokusemthethweni ekuqeqeshelweni umbuso, kanti nezimpilo zenu zekusasa zizoyeka ukuhuduleka njengasekuqaleni; izimpilo ezinjalo angeke zikwazi ukufinyelela emazingeni adingwa uNkulunkulu.
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Umthandazo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Umthandazo. Bonisa konke okuthunyelwe
5.7.18
Indlela Yokungena Esimweni Esijwayelekile
Lapho abantu beqhubeka bamukela amazwi kaNkulunkulu, yilapho bekhanyiseleka kakhulu futhi yilapho beqhubeka befuna ulwazi lukaNkulunkulu ngokulambela nokomela ukulunga. Yilabo abemukela amazwi kaNkulunkulu kuphela abakwazi ukwazi izinto ezijulile nezicebile; yibo kuphela abanokuphila okuqhakaza ngisho nakakhulu.
20.6.18
South African Gospel Song "Ukubaluleka Komthandazo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
South African Gospel Song "Ukubaluleka Komthandazo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Umthandazo ungenye yezindlela umuntu asebenzisana ngazo noNkulunkulu,
ukubiza uMoya Wakhe kanye nokuthintwa nguNkulunkulu.
Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe.
Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane.
Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweningokwengeziwe.
Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane
12.3.18
Yonke Indlela Kanye Nawe
Isingeniso
Nganginjengesikebhe, ngintanta olwandle.
Wangikhetha, wangiholela esiphephelweni.
Manje emndenini Wakho, nginothiswa wuthando Lwakho, nginokuthula.
Uyangibusisa, unika amazwi Akho okwahlulela.
Kodwa ngisehluleka ukwazisa umusa Wakho.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)