Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Dumisani. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Dumisani. Bonisa konke okuthunyelwe
10.12.18
Zulu Gospel Song | "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"
Zulu Gospel Song | "UNkulunkulu Uyabazisa Labo Abamzwayo Nabalalela Yena"
I
UNkulunkulu akanandaba nokuthi umuntu uthobekile noma mkhulu.
Uma nje ezwa uNkulunkulu,
elalela lokho uNkulunkulu akuyalayo nakunikezayo,
ekwazi ukubambisana nomsebenzi Wakhe, nohlelo Lwakhe nentando Yakhe,
ukuze intando nohlelo Lwakhe kungaqhubeka ngaphandle kokuphazanyiswa,
lokhu kwenza kukufanele, kukufanele ukukhunjulwa nguNkulunkulu,
futhi kufanele ukuthola, ukuthola isibusiso Sakhe.
1.9.18
29. INkosi uJesu isethembise ukuthi, “noma ubani okholwa kuye ngeke abhubhe, kodwa uyokuba nokuphila okuphakade.” UNkulunkulu uzokufeza kanjani lokho akushilo?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Iminyaka eyizi-6,000 yomsebenzi kaNkulunkulu wokuphatha ihlukaniswe ezigabeni ezintathu: iNkathi Yomthetho, iNkathi Yomusa kanye neNkathi Yombuso. Le zigaba ezintathu zomsebenzi zonke ezokusindiswa kwesintu, okusho ukuthi, ezokusindiswa kwesintu esonakaliswe kakhulu nguSathane. Ngesikhathi esifanayo, kepha,
24.8.18
South African Gospel Song “UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Usebenza Ngokuthula Ukusindisa Umuntu”
South African Gospel Song “UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Usebenza Ngokuthula Ukusindisa Umuntu”
I
UNkulunkulu waba yinyama, wahlala efihlekile phakathi kwabantu
ukuze enze umsebenzi omusha, asisindise enkohlakalweni.
Ugodla incasiselo.
Ngezinhlelo azenzile, wenza umsebenzi Wakhe isinyathelo ngesinyathelo.
Amazwi Akhe ayakhula usuku ngosuku,
eduduza, ekhumbuza, esola futhi exwayisa.
UNkulunkulu waba yinyama, wahlala efihlekile phakathi kwabantu
ukuze enze umsebenzi omusha, asisindise enkohlakalweni.
Ugodla incasiselo.
Ngezinhlelo azenzile, wenza umsebenzi Wakhe isinyathelo ngesinyathelo.
Amazwi Akhe ayakhula usuku ngosuku,
eduduza, ekhumbuza, esola futhi exwayisa.
10.7.18
South African Gospel Music "Ukubonga Nokudumisa KuNkulunkulu USomandla"
South African Gospel Music "Ukubonga Nokudumisa KuNkulunkulu USomandla"
I
Silethwe phambi kukaNkulunkulu. Amazwi Akhe siyawadla futhi siyawaphuza.
Umoya oNgcwele uyakhanyisela, siqonda iqiniso uNkulunkulu alikhulumayo.
Imikhuba yenkolo, siyilahlile, zonke lezo zibopho. Asithiyiwe yimithetho, izinhliziyo zethu zikhululiwe.
Futhi sijabule ngokungenzeka, siphila ekukhanyeni kukaNkulunkulu,
sijabule ngokungenzeka, siphila ekukhanyeni kukaNkulunkulu,
Ukubonga nokudumisa kuNkulunkulu uSomandla, oveza iqiniso kuso sonke isintu.
Ukubonga nokudumisa kuNkulunkulu uSomandla, sinendlela yokuguquka,
nokholo lwethu olungacacile luyancipha. Sihlabelela indumiso, o.
25.6.18
South Africa Best gospel music "Labo Abathanda UNkulunkulu Ngobuqotho Bangabantu Abethembekile Bonke"
South Africa Best gospel music "Labo Abathanda UNkulunkulu Ngobuqotho Bangabantu Abethembekile Bonke"
I
Behlanzekile futhi bethembeke njengengane, bemsulwa futhi benempilo, begcwele impilo yobusha,
banjengezingelosi eziza emhlabeni.
Kungenamanga, kungenankohliso noma ukukhohlisa, ngenhliziyo evulekile, ethembekile baphila ngokunesithunzi.
Banikeza izinhliziyo zabo kuNkulunkulu, uNkulunkulu uyabethemba, futhi babangabantu abethembekile uNkulunkulu abathandayo.
Labo abathanda iqiniso bonke banezinhliziyo ezethembekile.
20.6.18
South African Gospel Song "Ukubaluleka Komthandazo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
South African Gospel Song "Ukubaluleka Komthandazo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Umthandazo ungenye yezindlela umuntu asebenzisana ngazo noNkulunkulu,
ukubiza uMoya Wakhe kanye nokuthintwa nguNkulunkulu.
Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe.
Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane.
Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweningokwengeziwe.
Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane
3.6.18
South African Gospel Song - Ihubo Lombuso "(II) UNkulunkulu Ufikile, UNkulunkulu UyiNkosi"
South African Gospel Song - Ihubo Lombuso "(II) UNkulunkulu Ufikile, UNkulunkulu UyiNkosi"
I
Kulo mzuzu ongajwayelekile, kulesi sikhathi esijabulisayo,
ezulwini phezulu, naphansi, bonke bayahlabelela, becula izindumiso.
Kulokhu, ubani ongajabule? Kulokhu, ngubani ongenanhliziyo ethokozile?
Bebhekene nalokhu, ngubani ongaphunyelwa unyembezi?
Izulu, lingaselona izulu lakudala, yizulu lombuso.
Umhlaba, kungasewona umhlaba wakuqala, ngumhlaba wokucweba.
Emva kwemvula enkulu, umhlaba omdala omubi usuguquke ngokugcwele.
30.5.18
South African "Isizwe Nesizwe Sikhonza Unkulunkulu Usomandla" | Welcome the Return of the Savior
Ngobusuku obabugcwele izinkanyezi esibhakabhakeni, obungenamsindo nobunokuthula, iqembu lamaKristu lilinde ngobuqotho ukubuya koMsindisi licula futhi lidansela umculo omnandi. Lapho bezwa izindaba ezijabulisayo “UNkulunkulu usebuyile” nezithi “UNkulunkulu usekhulume amazwi amasha” bayamangala futhi bayajabula.“UNkulunkulu usebuyile?
8.4.18
Africa gospel A Cappella "Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu" You Are My Lord and My God
Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu
Kube olunye usuku,
lapho uyozwa khona ukuthi uMdali
akaseyona impicabadala,
ukuthi uMdali akakaze afihleke kuwe,
ukuthi uMdali
akakaze abufihle ubuso Bakhe kuwe,
ukuthi uMdali akakude neze nawe,
ukuthi uMdali akaseyena Lona ohlale umlangazelela emicabangweni yakho
kodwa ongakwazi ukufinyelela Kuye ngemizwa yakho,
ukuthi Yena ngokoqobo futhi ngeqiniso
uhlale ekubhekile kwesokunxele nesokudla sakho,
esekela ukuphila kwakho, futhi elawula okudalelwe, elawula okudalelwe.
6.4.18
Ukubona Ukubonakala KukaNkulunkulu Ekwahluleleni Nasekusoleni Kwakhe
Njengamakhulu ezigidi zabanye abalandeli beNkosi uJesu Kristu, siyayemukela imithetho nemiyalo yeBhayibheli, sijabulela inala yomusa weNkosi uJesu Kristu, bese sihlangana ndawonye, sithandaze, sidumise, futhi sikhonze egameni leNkosi uJesu Kristu—konke lokhu sikwenza ngaphansi kokunakekela nesivikelo seNkosi.
13.3.18
Dumisani uNkulunkulu ngoMoya nangeQiniso "Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe"
I
Ngangifuna ukukhala kodwa akukho ndawo eyezwakala ifanele.
Ngangifuna ukucula kodwa akwatholakala culo.
Ngangifuna ukuzwakalisa uthando lomuntu odaliwe.
Ngifuna yonke indawo, kodwa akukho mazwi ayengasho, ayengasho engikuzwayo.
Nkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.
12.3.18
Yonke Indlela Kanye Nawe
Isingeniso
Nganginjengesikebhe, ngintanta olwandle.
Wangikhetha, wangiholela esiphephelweni.
Manje emndenini Wakho, nginothiswa wuthando Lwakho, nginokuthula.
Uyangibusisa, unika amazwi Akho okwahlulela.
Kodwa ngisehluleka ukwazisa umusa Wakho.
Christian Music Video "Umthandazo Wabantu Baka-Nkulunkulu" - Live in the Light
Isingeniso
Abantu bakaNkulunkulu baphakanyiswe ngaphambi kwesihlalo Sakhe,
imithandazo eminingi ezinhliziyweni zabo.
UNkulunkulu ubusisa bonke ababuyela Kuyena;
bonke baphila ekukhanyeni.
13.2.18
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)