Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula igunya likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula igunya likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
15.11.18
UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono
South African Christian Music "UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono" NgeNkathi Yomusa, iNkosi uJesu yafika phakathi kwabantu yase ibethelwa ngenxa yabo. Yakhulula umuntu ekuboshweni ngumthetho, futhi ngenxa yomnikelo wesono, isintu sathokozela uthando nobubele beNkosi…. Ukuza kweNkosi uJesu kwangenisa isintu enkathini entsha. Khona lapho, wenza ngcono ubudlelwane phakathi kukaNkulunkulu nomuntu, waphinda wavula isiqalo esisha, ukuqala kabusha komsebenzi kaNkulunkulu wokuphatha phakathi kwesintu.
14.11.18
Okuqoshiwe Ngomsebenzi KaNkulunkulu Wokudala Umhlaba Nokuhola Nokuhlenga Isintu
South African Gospel Song "Okuqoshiwe Ngomsebenzi KaNkulunkulu Wokudala Umhlaba Nokuhola Nokuhlenga Isintu"
Uyafuna ukwazi indlela uNkulunkulu adala ngayo umhlaba? Uyafuna ukwazi indlela uNkulunkulu ahole ngayo isintu isinyathelo ngesinyathelo kwaze kwaba namuhla? Lesi siqephu esimangalisayo esivela kubhayisikobho yobuKristu ethi, Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke, siloba ngomsebenzi kaNkulunkulu wokudala umhlaba, nokuhola nokuhlenga isintu. Sizokwambulela lezi zimpendulo.
13.11.18
Ukudala KukaNkulunkulu Umhlaba
South African Gospel Music 2018 "Ukudala KukaNkulunkulu Umhlaba" (Zulu Subtitles)
UGenesise ulandisa ngendlela, ekuqaleni, uNkulunkulu adala ngayo umhlaba ngokumangalisayo. Lesi siqephu sebhayisikobho yobuKristu sikwethulela isenzo esimangalisayo sikaNkulunkulu sokudala umhlaba.
12.11.18
UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe
South African Gospel Music "UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe" (Zulu Subtitles)
Ukuze ahole ama-Israyeli ewakhipha eGibhithe, uNkulunkulu wathumela izinhlupho eziyishumi eGibhithe, wasebenzisa igunya Lakhe ngokwahlukanisa ulwandle phakathi, futhi wakhulula ama-Israyeli empilweni yawo yobugqila—konke okwakukhombisa amandla Akhe amakhulu, futhi kwedlulisa uthando nokukhathalela Kwakhe okukhulu kwabakhethiweyo.
18.10.18
Ngokuncintisana Ngale Ndlela, Ngihlomula Kakhulu
uMa Xin, eChina
Njengoba umyeni wami wayengeyena umuntu ozibandakanya emsebenzini wokwethembeka, wayevame ukuphuza utshwala futhi engabonakalisi kukhathalela izindaba zomndeni, ngangivame ukucwila enhliziyweni embi nasebuhlungwini. Esikhathini lapho ngingenamandla okuzabalaza ngiqhubeke, isihlobo esithile sangilethela ivangeli lombuso kaNkulunkulu uSomandla.
27.2.18
Kumele Wenze Izenzo Ezinhle Ezanele Ukulungiselela Isiphetho Sakho
Ngenze umsebenzi omningi phakathi kwenu futhi, ngempela, futhi ngakhuluma amazwi amaningi. Kepha ngizwa ukuthi amazwi nomsebenzi Wami awukayifezi ngokuphelele injongo yomsebenzi Wami wezinsuku zokugcina.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)