Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uNkulunkulu wokuhlakanipha. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uNkulunkulu wokuhlakanipha. Bonisa konke okuthunyelwe

4.12.18

47. Uma uNyazi lwaseMpumalanga luyindlela yeqiniso, kungani uhulumeni we-CCP njalo ucindezela kanzima, ubopha, futhi ushushisa ngokumelene noNyazi lwaseMpumalanga?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Izinkulungwane zeminyaka leli bekulokhu kuyizwe eligcwele ukungcola, lingcole ngokwedlulele, ligcwele usizi, izipokwe zigcwele zonke izinkalo, bayaphamba futhi bakhohlise, basola ngaphandle kwesizathu,[1] banonya futhi babi, bathuthumelisa izipokwe bazishiye nezidumbu;

19.10.18

Ukufohla Enkungwini Ukuze Ngibone Ukukhanya

UFaith eChina
Ngiyisisebenzi esijwayelekile. Ekupheleni kukaNovemba, 2013, umlingani engisebenza naye wabona ukuthi mina nenkosikazi yami sizohlala njalo sibanga umsindo ngezinto ezincane, nsuku zonke sasihlala sikhathazekile futhi silusizi, wase edlulisela kithina umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ngezinsuku zokugcina. 

8.10.18

Ukuhunyushwa Kwezwi Lesishiyagalolunye

          
uNkulunkulu wokuhlakanipha

        

         



         





       





        





          

         Emicabangweni yabantu, uNkulunkulu unguNkulunkulu, umuntu ungumuntu. UNkulunkulu akakhulumi ulimi lwabantu, nomuntu akakhulumi ulimi lukaNkulunkulu, futhi kuNkulunkulu izinto ezilindelwe ngumuntu Kuye zilula kakhulu, kanti okufunwa nguNkulunkulu akunakwenzeka futhi akucabangeki kumuntu. 

29.5.18

Ingqikithi Yenyama Ehlalwe UNkulunkulu

UNkulunkulu wokuqala owaba sesimweni somuntu waphila emhlabeni iminyaka engamashumi amathathu nantathu kanye nengxenye, nokho wenza inkonzo Yakhe iminyaka emithathu nengxenye yaleyo minyaka.

27.2.18

Kumele Wenze Izenzo Ezinhle Ezanele Ukulungiselela Isiphetho Sakho

IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

  Ngenze umsebenzi omningi phakathi kwenu futhi, ngempela, futhi ngakhuluma amazwi amaningi. Kepha ngizwa ukuthi amazwi nomsebenzi Wami awukayifezi ngokuphelele injongo yomsebenzi Wami wezinsuku zokugcina.

8.1.18

Imfihlakalo Yokuba Senyameni (1)

        ENkathini Yomusa, uJohane walungiselela uJesu indlela. Wayengeke akwazi ukwenza umsebenzi kaNkulunkulu uqobo futhi wamane wafeza umsebenzi womuntu. Nakuba uJohane alungisela iNkosi indlela, wayengeke amele uNkulunkulu; wayengumuntu nje kuphela owayesetshenziswa uMoya oNgcwele.