Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uNkulunkulu ongokoqobo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uNkulunkulu ongokoqobo. Bonisa konke okuthunyelwe

30.11.18

30. Ngesikhathi uJesu enza umsebenzi Wakhe, waphulukisa abagulayo, wakhipha amadimoni, futhi wenza izibonakaliso nezimangaliso. Kungani uNkulunkulu uSomandla engenzi izibonakaliso nezimangaliso emsebenzini Wakhe?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
UNkulunkulu akawuphindi umsebenzi owodwa. Umsebenzi kaNkulunkulu ngeke uhambisane nemicabango yabantu; njengesibonelo, iTestamente Elidala labikezela ngokuza kukaMesiya, kodwa kwenzeka ukuthi uJesu afike, ngakho kungaba yiphutha ukuthi omunye uMesiya afike futhi.

26.11.18

Sikholwa ukuthi lapho iNkosi ibuya, umuntu uyoguqulelwa emzimbeni ongcwele ngokuphazima kweso, ngakho kungani ezinsukwini zokugcina uNkulunkulu kufanele enze umsebenzi wokwahlulela nokuhlanza?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Emsebenzini Wakhe wokugcina wokuphetha inkathi, isimo sikaNkulunkulu singesokusola nokwahlulela, embula kukho konke okuwukungalungi, ukuze ahlulele obala bonke abantu futhi aphelelise labo abamthanda ngenhliziyo eqotho. Yisimo esinjalo kuphela esingaphothula le nkathi. 

17.10.18

Ukuhamba Endleleni Ekhanyayo Yempilo

uXieli, eMelika 
Ngangivame ukuba ngumuntu owayelandela izinto zezwe, ngangifuna ukuzinikela empilweni yokuzijabulisa, futhi engangikukhathalela nje kwakuyinjabulo yenyama. Ngangivame ukuhamba nabangani bami siye e-KTV ubusuku bonke, ngangithokozela ama-joyride phakathi nobusuku, ngangiya kodoba olwandle, futhi ngihambe yonke indawo ngifuna ukudla kweqophelo eliphezulu. 

17.8.18

3. Yini umehluko phakathi komsebeni kaNkulunkulu esenyameni kanye nomsebenzi kaMoya?

uNkulunkulu esimweni somuntu,uNkulunkulu ongokoqobo,UNkulunkulu uSomandla,Iqiniso











Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Wayesethi, Ngiyanicela, ngikhombise inkazimulo yakho. Wathi, … Awunakubona ubuso bami: ngokuba akukho muntu ongangibona, futhi aphile” (Eksodusi 33:18-20).
“Futhi iNKOSI yehlela phezu kwentaba iSinayi, esiqongweni sentaba: futhi iNKOSI yambiza uMose ukuba eze esiqongweni sentaba; wase uMose ekhuphuka-ke. Futhi iNKOSI yathi kuMose, Yehla, ubaxwayise abantu, funa bafohle ukuba babone iNKOSI, bese kufa abaningi kubo” (Eksodusi 19:20-21).

30.7.18

4. Umuntu okholwa kuNkulunkulu kufanele akwazi ukuhlaluka abelusi bamanga nomphikukristu ukuze alahle inkolo abuyele kuNkulunkulu.

God’s Protection,rely on God,almighty god prayer


        Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Isho kanje iNkosi UNKULUNKULU kubelusi; Wo kubelusi bakwa-Israyeli abazondla bona! abelusi akufanele bondle izimvu na? Nidla amanoni, futhi nembatha uboya, nihlaba ezikhulupheleyo: kodwa anizondli izimvu. Ezibuthakathaka aniziqinisanga, negulayo aniyelaphanga, nephukileyo aniyibophanga, nexoshiweyo aniyibuyisanga, nelahlekileyo aniyifunanga; kodwa nizibuse ngamandla nangonya” (UHezekeli 34:2-4).

24.5.18

         Angazi ukuthi lukhona yini uguquko abantu abalubonile ezwini lanamuhla. Abanye abantu kungenzeka ukuthi babonile kancane, kodwa abanaso isibindi sokusho ngokuqinisileyo. 

17.5.18

Izwi Lamashumi Amabili Nantathu

         
Ukulunga, uNkulunkulu ongokoqobo,
















      

         Uma kuphuma izwi Lami, amehlo Ami akhipha umlilo, ngibheke umhlaba wonke, ngiqaphele umhlaba jikelele. Bonke abantu bakhuleka Kimi, babhekise amehlo abo Kimi, bekhulekela ukuba ngimise intukuthelo Yami futhi befunga ukuba abasoze baphinde bangihlubuke. 

15.4.18

Umlilo Owathusa Isizwe Esizindeni SaseJiIdolobha lase Tianjin

                                                            UChen Yao, waseTianjin
         Isakhiwo iLaide sasingenye yezinxanxathela ezinkulukazi zezitolo esifundeni saseJi. UNhlangulana ziwu 30, 2012 wawunguMgqibelo, iLaide yayinendali, ngakho kwakunesibalo sabathengi abayinqwaba. Ngesikhathi esithile emva kuka-3:00 ngaleyo ntambama, isakhiwo samane sathungeleka ngomlilo ngokuphazima kweso. 

7.4.18

INkosi UJesu Yabuya | "Ukwethulwa kwe-App Yebandla LikaNkulunkulu USomandla"



Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

Google Play: https://zu.kingdomsalvation.org/app.html

Ukuze kufezeke isifiso esikhulu sabantu abavela ezindaweni ezingafani sokufunda umsebenzi kaNkulunkulu ngezinsuku zokugcina, IBandla LikaNkulunkulu USomandla lethula i-app yokuqala yomshini ophathwayo.

Ikhasi Lokuqala
Okujabulisayo okuthi shazi ekhasini lokuqala.
Lalela amazwi oMoya oNgcwele emabandleni, futhi wazi umsebenzi namazwi kaKrestu ezinsukwini zokugcina.
Izintombi ezihlakaniphile zizwa izwi likaNkulunkulu, zihamba ezinyathelweni Zakhe, zikhanyelwa yiwo wonke amaqiniso ayimfihlakalo, futhi ziqonda konke kweminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha yomsebenzi kaNkulunkulu wokuphatha.
Ivangeli lozalo lombuso liyiphendulo yemibuzo yakho, futhi likusiza ubone ngale kwamampunge kaSathane namanga.
Lalela la mavidiyo nezihloko zezinto ezenzeka ngempela ezivela kubantu bakaNkulunkulu abakhethiwe bekhumbula inqubo yokuhlanzwa abadlula kuyo futhi basindiswa ngesahlulelo sikaKristu ezinsukwini zokugcina.

31.3.18

UNkulunkulu UyiNkosi Yayo Yonke Indalo

Isigaba esisodwa somsebenzi wezinkathi ezimbili ezingaphambilini senzeka kwa-Israyeli; esinye senzeka eJudiya. Uma sikhuluma ngokujwayelekile, asikho esalezi zigaba zomsebenzi esashiya u-Israyeli; kwabe kuyizigaba zomsebenzi ezazenziwe phakathi kwabantu abakhethiweyo basekuqaleni. 

28.3.18

Indlela Yokwazi UNkulunkulu Osemhlabeni

Nonke niyakujabulela ukuthola umvuzo phambi kukaNkulunkulu nokuba ababekelwe umusa Wakhe emehlwenu Akhe. Lokhu kuyisifiso sawo wonke umuntu emuva kokuqala ukukholwa kuNkulunkulu, ngokuba umuntu ulwela izinto eziphezulu ngenhliziyo yakhe yonke futhi akekho ofisa ukuba semuva kwabanye. Lena indlela yomuntu.

9.3.18

Gospel Movie "UNKULUNKULU AKUBUSISE" Worship God and Receive His Protection (Zulu Dubbed)



singeniso

UNkulunkulu Akubusise
Abantu bajwayele ukuthi, "Izingozi ziyenzeka, impilo ngeke uyazi."
Namhlanje, ezomnotho nezobuchwepheshe kuthuthuka ngesivinini esikhulu,
amazinga okuphila athuthuke kancane kancane,
kodwa sesithole ukuthi izibhicongo emhlabeni@jikelele zinyuka usuku nosuku.

9.1.18

Imfihlakalo Yokuba Senyameni (3)

      Lapho uNkulunkulu enza umsebenzi Wakhe, akezeli ukuzokwenza izakhiwo noma izinhlangano; uzela ukuzogcwalisa inkonzo Yakhe. Njalo lapho eba senyameni, kungenxa yokufeza isigaba somsebenzi nokuvula inkathi entsha. Manje yiNkathi Yombuso, futhi umuntu usengene empilweni yombuso.

7.1.18

“Kulowo Abantu Okumele Bamphilele” (Ividiyo Yomculo Esemthethweni)



Kulowo Abantu Okumele Bamphilele I Bekungacacile ukuthi abantu kumele baphilele bani. Manje sengiyitholile impendulo. Bengijwayele ukuziphilela mina, ngifuna kuphela isithunzi nodumo. Ukuthandaza kuNkulunkulu kugcwalise amazwi amahle, kuyilapho ngibambelele endleleni yami yokuphila yangempela. Ukholo olusekelwe ekusaseni nasekudalelweni, anginalo iqiniso noma ubuqiniso. Amasiko nemithetho, aminyanisa ukholo lwami; ngishiywe ngingenalutho. Ngehlulekile ukuphila njengomuntu, angilufanelekele uthando lukaNkulunkulu.